SG 3860

SG 3860 3860 your 24/7 trending news update

Ingozi enkulu yeloli lapho abantu bebambeke khona, eyenzeke ku-M7 eduze nendawo yokuphuma eya ku-Hans Dettman.
16/08/2026

Ingozi enkulu yeloli lapho abantu bebambeke khona, eyenzeke ku-M7 eduze nendawo yokuphuma eya ku-Hans Dettman.

Ikhaya likaBhishobhi Sandile Ndlela, ongumlweli odabeni lokufuduka kwabantu ngokungekho emthethweni, eNtuzuma eThekwini,...
15/08/2026

Ikhaya likaBhishobhi Sandile Ndlela, ongumlweli odabeni lokufuduka kwabantu ngokungekho emthethweni, eNtuzuma eThekwini, lihlaselwe ngesigqabhuzi esenziwe ngophethiloli ngoLwesine olwedlule, ngokusho kukaNdlela. Uthi yonke into ebisendlini yonakaliswe wumlilo.

Abefundisi be-MK Party bazovakashela ikhaya lakhe namuhla. UNdlela uphinde abe ngomunye wabasunguli be-MK Party.

Indoda eneminyaka engu-42 iboshiwe ngemuva kokuthi amaphoyisa ethole imali engaphezu kuka-R1.1 million efihlwe emabhokis...
15/08/2026

Indoda eneminyaka engu-42 iboshiwe ngemuva kokuthi amaphoyisa ethole imali engaphezu kuka-R1.1 million efihlwe emabhokisini ezicathulo emotweni yayo uhlobo lwe-Ford Ranger Raptor, kanti abanye ababili baboshiwe ngokusolwa ngokunikeza inkohlakalo engu-R200,000.

Kukhona abaphose imbokodo from Concord Road Bridge lashaya imoto kwashona owesifazane obeshayela. Lokhu kwenzeke ngase B...
14/08/2026

Kukhona abaphose imbokodo from Concord Road Bridge lashaya imoto kwashona owesifazane obeshayela. Lokhu kwenzeke ngase Bedfordview ku R24.

UVictor Mokoena oneminyaka engu-26 ubudala ugwetshwe izigwebo ezine zokudilika ejele ngokudlwengula ngemuva kokusebenzis...
13/08/2026

UVictor Mokoena oneminyaka engu-26 ubudala ugwetshwe izigwebo ezine zokudilika ejele ngokudlwengula ngemuva kokusebenzisa izinkundla zokuxhumana ukuheha abesifazane abasebasha ngamathuba okumodela mbumbulu, ukukhushulwa kanye nokuthwebula izithombe. I-NPA ithe uMokoena ulahlwe ngamacala amane okudlwengula, ukuzama ukubulala, ukuphanga ngezimo ezimbi, ukuhlasela ngenhloso yokulimaza umzimba kanye nokukhomba into efana nesibhamu.

Umshayeli we Uber u Sphiwe wase Mabheleni eMthwalume obeduke ne Uber ayishayelayo e Chesterville, usetholakale efile/ebu...
12/08/2026

Umshayeli we Uber u Sphiwe wase Mabheleni eMthwalume obeduke ne Uber ayishayelayo e Chesterville, usetholakale efile/ebulewe.

kuqeda kuboshwa ingane ezalwe ngo 2010  okuyiyo eshise iskole I Sphapheme...ithi ibiziphindiselela Ku Thishomkhulu ngoba...
12/08/2026

kuqeda kuboshwa ingane ezalwe ngo 2010 okuyiyo eshise iskole I Sphapheme...ithi ibiziphindiselela Ku Thishomkhulu ngoba uyixoshile..ise police station e Sawoti

Nguye ke u Reegan Collins Ona 23 okuthiwa uyinkunzimalanga ye sgebengu e Reiger Park...yize ena 23 .... kuthiwa wuye Lo ...
12/08/2026

Nguye ke u Reegan Collins Ona 23 okuthiwa uyinkunzimalanga ye sgebengu e Reiger Park...yize ena 23 .... kuthiwa wuye Lo obulale amantombazane amabili abethunywe estolo...kwafika amaphoyisa amabili nawo wawabulala... ubevele engaphandle nge Bail ecaleni lokudubula abanye Abantu abawu 4

Kuthiwa ubebhayizisa amaphoyisa kanye no commissioner ethi uyabazi ababulali Kanti ukhomba izitha zakhe nje wuye... kuthiwa oyedwa walaba athe yibo ababulali kudlule ama hour wabulawa... okungenzeka kusawuye

Kuthiwa manje amaphoyisa asene video yosuku lwesigameko....futhi nezibhamu zamaphoyisa abulewe zitholwe kuye

I-ANC eGauteng ilusizi ngokushona kukaMzi Khumalo, okhulumela ithimba eliqokiwe lesifundazwe.
11/08/2026

I-ANC eGauteng ilusizi ngokushona kukaMzi Khumalo, okhulumela ithimba eliqokiwe lesifundazwe.

I-City Power inxusa izakhamuzi zaseGoli ukuthi zinciphise ukusetshenziswa kukagesi njengoba isimo sezulu esibanda nesine...
11/08/2026

I-City Power inxusa izakhamuzi zaseGoli ukuthi zinciphise ukusetshenziswa kukagesi njengoba isimo sezulu esibanda nesinemvula siqhubeka nokubeka ingcindezi ohlelweni lokusatshalaliswa kukagesi edolobheni.

Address

Atlanta

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when SG 3860 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share