Blaq Legend031

Blaq Legend031 Onlyy m°ney has the rytt² sayy."You will regret losing me"tthe Re$t calm down 🫠😶‍🌫️

23/06/2026

Uma ekufebela ungamshayi thenga iNo hair
Uyifake kwi hairfood umyeke
Agcobe😫😫🤧

15/06/2026

Usehlala nje eqh*nyelwe😭😭😭😭

Bafowethu kunomakoti ocela usizo ...Kushuthi lomama uneminyaka ewu 36.....una 20yeasr eshadile ....washada emncane kakhulu ena16😭😭😭😭Bekukuhle ke Emshadweni wakhe nendoda imakhele udeeede westhabathaba somuzi Qede yamthengela NEMOTO...Konke lokhu imenzela akafundile akaze aye emfumdweni ephakeme ngenxa yakho njalo ukuganaaa

Kushuth ke loMakoti Indoda yakhe ibilokhu ibikelwa ukuth udade Lo uyaf*baaa and amadoda uwangenisa khona emzini wakhe...Ay ke indoda imuphikele ith umkami ngeke ayenze leyonto.....ay kuHambe kwahamba Zaqina izinsolo nendoda sekukuningi ekusolayo💔

Ay ke Indoda yahamba ngelinye ilanga yavalelisa njengenjwayelo iya egoli Qede yayohlala esihlotshen yasebenzisana nomfana wakamekhelwane owayekuqinisekisa ukuth ay ikhona imoto efika ngabo 10 yehlise umuntu Angene ekhaya lalobaba ....so izomgadela ....makwenzeka lomkhuba...nebala ke kwakulisonto ebusuku kwenzela njengemvama yafika imoto .....Yama eduze kwalomuzi yacima amalambu wehla lobhuti wayongena emzini ....walendoda ....ay ke Lona owayegadile wavele wafonela usokhaya emtshela ukuth ay sekunjalo....indoda isifikile imoto yamehlisa wangena ekhaya Lomunt💔💔💔💔💔......Ay ke Lobhut wabe esecela omzala Bakhe ukuba bamuphekezele ngoba akazi noma lendoda edla umkakhe imdlela emzini wakhe...embheden wakhe isuke ihlomile yini😭

Mabefika khona bafika Banda ngidinga balalela Bafica ukuth cha vele ziyakhala bayazijabulisa ngokocansi....Kangangoba Abezwanga noma esevula umnyango Lobhut engena angith naye unawo ukhiye......baphaphama eseseduze....Wakhipha isibhamu wabakhomba Qede wafuna ithawula abazilungiselele ukusula ngalo ...wave Eseth kumkakhe akesule.....Qede walinika Indoda nayo wath ayesule.....Qede wath hhayi Ngeke nginenze lutho salani Niqhubeka ngyanipha umuzi nakho konke okungaphakathi Kuwo .....

Qede wathatha Izingane zakhe wayohlala ekhakonina Esazama ukwakha umuz wakhe neyingane Akaze Avume kukhulunywe...Akaze esafina luthooo nje emhlanganisa nomkakhe😭.

15/03/2026

Address

Bizana

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Blaq Legend031 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share