10/08/2025
Dear: majita
Eksen mawvuka , write a massage π " hy bbe β€ , bengikbingelela I hope ulale kahle, ngyakthanda "π€β€
Mase uzolala umphinde ngenye futhi βοΈ " gudnyt sthandwa sam β€π , I'll always love you"πβ€
She wont forget you bro π€
Mayethi " bbe ngi bored π’ " mfonele π, don't ask her " uza nini" ..... cha relax xoxa naye , noma kthiwa awkwaz ukucula π boke umculele efonini koda π
She won't forget You π€.
Thatha noma 1 hr niku ongoing callπ. Umnikeze airtym uth akakufonel yena π
If uyombona thenga nom chocolate π« omcane njer π, nike nifunzane π. Mhlebele kube kungekho muntu π
" ngyak'halela bbe" , she will smile π I know mayecasuka kiss her π, uqede ucule .
She won't cheat π€ͺβ€Dwg
Mnikeze jezi lakho achome ngalo kubangani bakhe π, angith You love her ??
Mayekuvulela ππ
, then treat her like a queen πΈ.
Take some crazy pictures naye π· π€ͺ, show her how much You appreciate her presence in Your life π₯, asikho isdingo sokuthenga izimbali π, zicoshe la enime khona , ngeke adinwe I knowπ
Mayenawe akangasabi π€₯ akakhululeke , anikho empini you are in a relationship .........let her laugh out loud , π, umtshel futhi " bbe yehlisa ukphapha " , ungahlini mphoxe ngothando β€ , hleka naye njer
Mtshele " I like Your lips " ππ, kahle ngokuba crc
Uke umfonele uhleli naye , π umsukele nje with something funnyπ spark her ass , ungahlini , angikholwa ukuth naye angahlina π€£π
Hold her like you're going to die , π
Nawe boligqoka i-jezi lakheπ₯Ίπβ€οΈ khona ezo feel special, π
Boke uyiteketise intombi yakho angithi uyaythandaπ€·ββοΈβ€οΈ@highlight