Ezomdabu Media Prodution

Ezomdabu Media Prodution Sikulethela zishisa. Please follow us🙏

Induku yomyeni ayivuki nhlobo😭💔.Mina noLawrence satholana kuBusiness trip sisebenzela iCompany eyodwa but in different b...
26/03/2026

Induku yomyeni ayivuki nhlobo😭💔.

Mina noLawrence satholana kuBusiness trip sisebenzela iCompany eyodwa but in different branches so kwenzeka kuthi kube neBusinss trip yabasebenzi mina naye sasenza project eyodwa so kwamele sisebenze ndawonye yilapho esacala khona ukukhuluma kwathi nalapho sesibuyele emuva silokhu sikhuluma ephonin ngaze ngamthanda ke. Kwakuyi 45km ukusuka langikhone ngiye lakahlala khona so most of the times ngama weekends ngangiya komvakashela kodwa sasingalali athi ulinde sishade kuqala inkonzo yakhe ayivumeli ucansi before marriage,ngithi hau ngithole indoda impela phela lana ngagcina nini nje ukuzwa umuntu wesilisa asho kanjalo and kusho ukuthi unezinhloso zokungishada,kwakuthi uma ngivakashile sizikhiphe nje sibuye endlini sekuLate sikhathele nokukhathala sivele silale ,I really enjoyed impilo yethu beyimnandi kwaze kwafika lapho esengicela ukuthi ngimshade I was over the moon yazi phela ayikho into emnandi njengokushada indoda yamaphupho akho. Lwase luyafika usuku lomshado☺️mina nje enye into engase ngiyijahele ubusuku bethu bokuqala phela buyoba special asikase sithintane it is going to be my best memory ever emshadweni wami,ave ngingumuntu wesifazane onenhlanhla...kanti nkosi yami angibuzanga elangeni 😩😩😩

IYAQHUBEKA ❤️

Bafazi, yazi lento ngisaba ngisho ukuyixoxela abaseduze kwami cos iyihlazo. Indoda yami iyagowa bafethu, igowiswa uMamkh...
26/03/2026

Bafazi, yazi lento ngisaba ngisho ukuyixoxela abaseduze kwami cos iyihlazo. Indoda yami iyagowa bafethu, igowiswa uMamkhulu (1st wife).

Ngina 2 years ngimshadile bafethu, nginengane encane and manje kufanele nginesane nendoda endala. Ngifika uMamkhulu wevele engangithandi kodwa kwaya kwaya wathamba, kuthe sekuyophela unyaka last year wathi uMamkhulu abashintshe umshado wabo from Civil union ukuze nowami ube recognized, nalapho sizitshela ukuthi uMamkhulu finally shuthi useyasivuma isithembu, bayichazile that process kodwa bebeshade in community kodwa manje bashade out of community, angifuni ukuqamba amanga guys , thina we really thought uMamkhulu usehlise umoya and uBaba uyamthemba so no one questioned anything. Usevele wafaka iDivorce manje uMamkhulu guys and iyagowa indoda bafazi hhayi kancane, also ngiyasola ukuthi uMamkhulu khona lomuzi awakhile esinyenyeni cos ngake ngabona omunye uBhuti ofaka u-Ceiling eshuthe lowomuzi and kwakuvele ingane kaMamkhulu kancane, but because ngiyayazi ngayibona so lento yakhe yokushintsha umshado, obvious amaqhinga akhe. Udlaliwe guys ubhuti, worse wadlalwa isthandwa sakhe and mina sengiqala ukucikeka cos ugowela eduze kwami, nansi nengane ngala. Ey ngigaxele bafazi, angazi lelihlazo ngingalitshela bani 💔

Maybe I'm overthinking, ever since kushone umamncane umama is acting very strange. Okay guys shuthi I'm the eldest daugh...
26/03/2026

Maybe I'm overthinking, ever since kushone umamncane umama is acting very strange. Okay guys shuthi I'm the eldest daughter ngina 24 bese Kuba obhuthi bami abawu two abancane 8 and 5 years. Umama wami ubengazwani nomamncane guys and angazi why kodwa bebengavakashelani at all. Umamncane ubeshadile ehlala e Manzimtoti in a very beautiful house. Ubenezingane ezisencane naye 10 years and 7 years abafana. Akengithi nje ubephila impilo ebonakala I right bandla jealous down. Futhi ububona ukuthi umnyeni wakhe uyamthanda. Ubengasebenzi kodwa mnyeni wakhe Surgeon ubemenzela konke ngoba ube driver X6 enesisebenzi no nanny for abafana bakhe. Angikaze ngivakashe kwakhe but we were friends on social media. Ubethanda ke uku poster if kuyiwa Kuma vacations or birthday celebrations ububona nje ukuthi kumnandi. Whenever umama emubona e poster ey guys ubevele ashintshe amugxeke even izingane athi zisindwa amakhanda ngathi azidli. Agxeke nomnyeni wakhe athi ndoda yini le enenxemu. Kuningi nje ubevele ajike usuku lonke umubone ukuthi akasekho right. Fast forward January kushone ugogo (umama wabo) shuthi ke ilapho umndeni owahlangana khona yho guys angazi what happened ngangisethendeni ngizwe umsundo e gathini Kanti kuxabana umama no mamncane. Umama uyathetha uthi "konje kufike izigwili zokubola sesizotshelwa ukuthi Mele senzeni. Uzobona ke Madam wokubola uzobona" Ngigijime ngiyombambha ngimkhuze singene endlini. Sihlala ekhaya Vele khabo mama Lana emlazi. Avele umamncane athathe izingane zakhe fake nezikhwama ahambe same time. Ngendlela umama ayecasuke ngayo wawumbona ukuthi kungaphuma isidumbu. Uphele ke umncwabo. After that umama bekungathi use obsessed over umamncane. Everyday uku Facebook uyamubheka ukuthi uposta Ini. Ku WhatsApp angene nge phone Yami emubheka ama status akhe. Umama besengathi akasathathi Kahle ngoba ubekwenza everyday. Wagula ke umamncane wa posta ese Private hospital umnyeni wakhe emubambe isandla. Wathi umama ukufa kungena nase Private hospital ke Dali kusinde

Lase lehla ibhokisi ngesikhathi ku kumemeza u sisi owaye gqoke ingubo emunyama no mhelane nezibuko "Yey umnyeni wami lo ...
26/03/2026

Lase lehla ibhokisi ngesikhathi ku kumemeza u sisi owaye gqoke ingubo emunyama no mhelane nezibuko "Yey umnyeni wami lo akazongcwatshwa lapho ngizomulanda "Baphenduke bonke abantu lo sisi uhamba nama phoyisa uphethe ipheshana ngesandla "Ngthe mubekeni eceleni asukume umama alahle phansi itshali ayelimbethe athi "Angizwanga ntombazane uthini?" Lisondele iphoyisa lithi "Ngyaxolisa Nkosikazi kodwa sithunywe umthetho ukuthi sizolanda umzimba ka baba u Skhakhane sihamba no Nkosikazi wakhe Lana " wonke umuntu wabhekana babaza labe likhipha ama phepha I phoyisa lacela nalelipheshana eliphethwe ilentombazane to muhelane yathi nansi imvumo kwaku yisitifiketi somshado kababa nalentombazane yomuhelane abe edonsa ibhokisi amaphoyisa aphuma nalo waba sathe uyakhala umama uyabavimba athi amaphoyisa "Nkosikazi uma usiphazamisa emsebenzini wethu kuzosiphoqa ukuthi sikubophe " sakhala ebe efaka ibhokisi emotweni amaphoyisa aphuma nalo wavele waquleka umama waphuthunyiswa esbhedlela

Obe nesandla ekushoneni⚰️🪦 kwakhe uzomlandela nizombona ngombala nje futhi🥺sasho sabe siphuma nge tende isangoma sesi mg...
26/03/2026

Obe nesandla ekushoneni⚰️🪦 kwakhe uzomlandela nizombona ngombala nje futhi🥺sasho sabe siphuma nge tende isangoma sesi mgcabe samqeda umfowethu owayeshonile saze samfumbathisa ne okapi sasala sine Themba phela indlela ashone ngayo Ibuhlungu kabi lomuntu unyamalale amasonto amabili watholakala esentanta mfuleni eboshwe ngezi ntambo umzimba wakhe ubu bhucuka enuka phu ukubona umama ekulobuya buhlungu ikhona okusiholele ektheni senze noma yini ukuze avele umenzi walento yey umntaka mah ufe okwenja yazi bamukopolote ngisho amehlo 😭😭😭....

IYAQHUBEKA👇👇👇👇 COFA ULIKE ,REACT & FOLLOW

UMNTANAMI UNABO BABA ABABILI FUTHI UBIKIWE KUYONA YONKE LE MIZI🙄Angazi noma ngzothi impepho yamanje e weak noma ngithi i...
26/03/2026

UMNTANAMI UNABO BABA ABABILI FUTHI UBIKIWE KUYONA YONKE LE MIZI🙄
Angazi noma ngzothi impepho yamanje e weak noma ngithi imsamo yamanje engasekho kodwa mina umntanami unobaba ababili futhi ubikiwe kuyona yonke lemizi

Ubabakhe wokuqala sahlangana naye emsebenzini ubeyi nduna Yami ubeshilo ukuthi unomfazi into yethu beku ukuthi ngyamnika 🍑uyanginika💰 kanti ngzovele ngikhulelwe kuwona lowo manikana Waqala wangibhampela ngavele ngagxila kulo mfana wase mqashweni ke nje kakhulu ngamtshela ukuthi ngikhulelwe wajabula kakhulu vele yena akanangane ubenginakekela naye lo baba oyinduna ubenginika imali yokuya e clinic neyezindleko nje zonke zenyanga kodwa unengasalali nami izwake🤟

Vuka ngo-Amen uthathe isbusiso Sosuku, iNkosi ikubusise. 🙏Ngalemini Nkosi Syabonga konke osiphe khona, siyethemba MHLEKA...
26/03/2026

Vuka ngo-Amen uthathe isbusiso Sosuku, iNkosi ikubusise. 🙏
Ngalemini Nkosi Syabonga konke osiphe khona, siyethemba MHLEKAZI omuhle... ukuthi naloku ongakasiphi khona uzosipha, wena ungothembekile, no Mnene ezimpilweni zethu.AMEN🙌✨

Impilo isimanga PART1Igama lami unhlanhla ngikhule ngihlala bomama ngiyifirst born ekhaya sidla imbuya ngothi ubaba ngik...
26/03/2026

Impilo isimanga PART1
Igama lami unhlanhla ngikhule ngihlala bomama ngiyifirst born ekhaya sidla imbuya ngothi ubaba ngikhule ngingamazi ngihlala emkhukhwini nomama ubaba bengizwa kuthwa ukhona kodwa ngikhule ngingamazi ngikhuliswa ngumama eydwa nosisi omncani ngeskhathi ubaba esishiya bengina 3 years USISI omncani ena 1year impilo inzima ngaleso skhathi Umama wami EDAYISA erank esebenza Nama piece job two days emakhishini ubaba wahamba ngomsebenzi engumuntu oya e eastern cape kazange ajike 😭😭😭 IYAQHUBEKA ezansi

😪 indoda engangiyicela ukudla  yangikhafulela manje isisebenzi sami. Ngiyakhumbula ngo-2013 ngisenza imatriki, nganginge...
26/03/2026

😪 indoda engangiyicela ukudla yangikhafulela manje isisebenzi sami. Ngiyakhumbula ngo-2013 ngisenza imatriki, ngangingenalutho, ngangihlupheka ngempela. ngokucela ukudla, abantu abaningi bangihleka futhi bangidelela kodwa manje nginguFounder kanye neCEO yenkampani ephumelele kakhulu. Ngamqasha indoda ebingiphatha kabi, futhi uyazi ukuthi akanayo imfundo, ngazama ukumqasha njengomsebenzi ojwayelekile. Isilayo sami ukuthi kufanele uhlale uphatha abantu ngenhlonipho futhi wenze okuhle kwabanye, impilo ingashintsha nganoma yisiphi isikhathi 😢.

Lesi yisikhumbuzo sokuthi impilo iyajikeleza awazi iksasa lakho word of the day true story😊.

, ilanga lalishisa likhipha inhlanzi emanzini. UThando noLindiwe, abafundi bebanga lesishiyagalombili, babekhathele umat...
26/03/2026

, ilanga lalishisa likhipha inhlanzi emanzini. UThando noLindiwe, abafundi bebanga lesishiyagalombili, babekhathele umathamba ngemva kokubhala ukuhlolwa kwe English.
"Lindi, asihambe ngaleli hlathi lakwaMaphumulo namuhla. Ngikhathele kabi, le ndlela ende yasemgwaqweni izongiqeda amandla," kusho uThando ekhomba indlela ewumancane engenela ehlathini elimnyama, bengazi ukuthi lolo wushintsho lokuphila kwabo.iyaqhubeka ezansi cofa ulike besu folowa ♥️

ZABUKISA NGAMI IZIPOKI ZASE SBHEDLELE😭😭💔💔.Ngelinye ilanga ngi gula ngine thumba ekhwapheni ngaya eclinic bangibhalela in...
26/03/2026

ZABUKISA NGAMI IZIPOKI ZASE SBHEDLELE😭😭💔💔.

Ngelinye ilanga ngi gula ngine thumba ekhwapheni ngaya eclinic bangibhalela incwadi kwathiwa angiye esbhedlele . Nangempela ngahamba ngafika selizoshona ilanga esbhedlele bathi UDokotela usehambile kzomele ngilale uzofika angicilonge ekseni. Ay yimi Lona ngivuma vele ne thumba liyasho ubuhlungu. Bangikhombose I ward engizolala kulo bafice agcwele wonke ama ward bangiyise kwelinye ebekungekho muntu kulo kodwa line mbhede . Ay ngilale ke embhedeni bese kuthi ngabo 8 ebsuku ngifunde ujuyo chama ngihambe uma ngithi ngiyabuya aybo abantu abangaka baqhamuke nini 🤔 babhizi bayaxoxa Lana balungisa izingubo zabo ezimhlophe ezase sbhedlele. Ngiqonde embhedeni wami ebengilele kuwo ngithi ngisathi ngiyahlala nje esho ememeza omunye ethi "awqhele embhedeni wami wena ngane ifunani lapho?" Ngithi ngingaka phenduli esho omunye "ay kahle nawe ngowami nje lombhede wena usanda kufika Lana"ngididekeke manje sebeya xabana bodwa lana bebanga lombhede😳. Ngithe ngisanake laba aba xabanayo ngezwa kukhona osengikhama ithumba 😭 😭

P2......Kuma comments mzala pagin lami ngcela ungi follow Nqobile Gumede ukuze kuzobalula ukuythola yonke indaba.
.

Pregnancy yake yabukisa ngam😫angfun kungasho.Angith mnax wam beyi nurse lapha esbhedlel engangyo tetela kuso.so wathi mh...
26/03/2026

Pregnancy yake yabukisa ngam😫angfun kungasho.

Angith mnax wam beyi nurse lapha esbhedlel engangyo tetela kuso.so wathi mhla zingikhalela funa Kuba Khon😩nom kuthiwa yobe off but yokwenz sho kuth mese ngoteta uba khona.

Aike lafik usuk olukhulu.ngth ngvuk nje ngezwa kuth ai no ngek lishone ngatetanga.ngath kubekezel bt ai ngazizwa kuth no
Usuk lwam today lokudabuk msoon😭.

P2...Kuma comments mzala pagin lami ngcela ungi follow Nqobile Gumede ukuze kuzobalula ukuythola yonke indaba.

Address

Durban North

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ezomdabu Media Prodution posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share