Umgosi TV

Umgosi TV Entertainment and news

WhatsApp 0643380858
(3)

Isihlabani somdlali u Lionel Messi wemukele u Jesu njengeNkosi noMsindisi wempilo yakhe. Ngokusindiswa kwesoni sisinye i...
19/10/2025

Isihlabani somdlali u Lionel Messi wemukele u Jesu njengeNkosi noMsindisi wempilo yakhe. Ngokusindiswa kwesoni sisinye izulu liyahlokoma 🙏🙏 siyalemukela iqhawe kulombuso onganyakaziseki.

Iqembu i Lupopo ligcine lipopoze i Orlando Pirates kabuhlungu kabi ngamagoli amathathu eqandeni kowe Caf. Full timeLupop...
19/10/2025

Iqembu i Lupopo ligcine lipopoze i Orlando Pirates kabuhlungu kabi ngamagoli amathathu eqandeni kowe Caf.

Full time

Lupopo 3-0 Orlando Pirates

Nayi i Pirates yabantu iphela yinduku 🤦🏾‍♂️ Lupopo 2-0 Orlando Pirates
19/10/2025

Nayi i Pirates yabantu iphela yinduku 🤦🏾‍♂️ Lupopo 2-0 Orlando Pirates

Asenkingeni ama illegal immigrants e KZN, u General Mkhwanazi uphezu kwawo.U Mkhwanazi usemkhankasweni wokukhuculula bon...
19/10/2025

Asenkingeni ama illegal immigrants e KZN, u General Mkhwanazi uphezu kwawo.

U Mkhwanazi usemkhankasweni wokukhuculula bonke abokufika kuleli abangenamaphepha. Kanti okunye futhi akuvezile ukuthi kuzoboshwa nabantu abaqasha obokufika ngoba kuyicala ukuqasha umuntu ongenamaphepha.

Emkhankasweni wakhe wakamuva usebophe abokufika abangu 120 lapha e Thekwini.

Ewu seniyongixolisela ku Ngizwe 🤦🏾‍♂️
19/10/2025

Ewu seniyongixolisela ku Ngizwe 🤦🏾‍♂️

18/10/2025

Izingane zika Mgqumeni o Lusanda basinde engozini yemoto 😭

Kuthiwa bebesuza kuphela abadlali be Kaizer Chiefs ngemva kokudla abakudlile izolo.Umqeqeshi we Kaizer Chiefs u Khalil B...
18/10/2025

Kuthiwa bebesuza kuphela abadlali be Kaizer Chiefs ngemva kokudla abakudlile izolo.

Umqeqeshi we Kaizer Chiefs u Khalil Ben Youssef ukhala ngokudla okudliwe ngabadlali bakhe, uthi cishe bangu 5 abebehuda into eyinqaba ekuseni namuhla. Ngendlela bebebambeke ngayo bebengacabangi nokuthi bazokhona ukudlala.

I bridge lika R50 million elenziwe yi ANC lapha e Centane e Eastern Cape.Kunzima ke nokho ukubazwela ngoba bayithanda ka...
18/10/2025

I bridge lika R50 million elenziwe yi ANC lapha e Centane e Eastern Cape.

Kunzima ke nokho ukubazwela ngoba bayithanda kabi lenhlangano yabo ebolile.

Kuthiwa u Vusimuzi Cat Matlala usebhale incwadi ethi yena akazani nhlobo no Senzo Mchunu 😲
18/10/2025

Kuthiwa u Vusimuzi Cat Matlala usebhale incwadi ethi yena akazani nhlobo no Senzo Mchunu 😲

Kukhuzwa abondlekile emzimbeni ukuthi bayikhethe imidlalo abayidlalayo ngemva kokuba lendoda ibonakale ivalelekile ku pi...
18/10/2025

Kukhuzwa abondlekile emzimbeni ukuthi bayikhethe imidlalo abayidlalayo ngemva kokuba lendoda ibonakale ivalelekile ku pipe ebizama ukushininiza kulo.

Kube nzima kabi ngenkathi sebezama ukuyikhipha,njengoba ubona nje ngathi uginywe yinhlwathi.

Uzophelelwa ngumsebenzi ujele obanakale esothandweni oluvutha bhe nesiboshwa. Indlela abekade benamathelene ngayo bekuca...
18/10/2025

Uzophelelwa ngumsebenzi ujele obanakale esothandweni oluvutha bhe nesiboshwa.

Indlela abekade benamathelene ngayo bekucace bha ukuthi bayazana benqunu futhi ngaphandle kwejazi, phela akufihleki uma senike nafika kulesosigaba.

UPatrice Motsepe usegadle ku Ramaphosa kwancane indawo.Losomabhizinisi uveze ukuthi akukuhle ukuthi umuntu ongusomabhizi...
18/10/2025

UPatrice Motsepe usegadle ku Ramaphosa kwancane indawo.

Losomabhizinisi uveze ukuthi akukuhle ukuthi umuntu ongusomabhizinisi abe ngumengameli wezwe, uthi yena njengoba engu somabhizinisi angeke umthole esefuna ukuba ngu Mengameli, ngoba lento iya ngobizo.

Waze wangikhumbuza ingoma ka Mtshengiseni eyayithi umuntu akayeke ukutatazela nazo zonke iziphiwo zabantu.

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umgosi TV posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share