Bongani Ngidi

Bongani Ngidi Road to 10K followers

20/08/2025

Niyimbewu embi...โŒโŒโŒ๐Ÿšฎ

15/08/2025

IFriday konemali mina nawe Fliday

Yiliphi ibandla eli Pretend nkulunkulu kakhulu, elinamalunga athakatha kakhulu lapha eMzansi
07/08/2025

Yiliphi ibandla eli Pretend nkulunkulu kakhulu, elinamalunga athakatha kakhulu lapha eMzansi

06/08/2025

I need 500 followers...let's go ๐Ÿš€๐Ÿš€๐Ÿš€

Waze wangidina umbhalo ubani lona ofundisa oMyfriend isizulu beze bebhale kanje๐Ÿ˜๐Ÿค”
06/08/2025

Waze wangidina umbhalo ubani lona ofundisa oMyfriend isizulu beze bebhale kanje๐Ÿ˜๐Ÿค”

Inja iyawaqeda amanzi ngolimi
05/08/2025

Inja iyawaqeda amanzi ngolimi

Can we you imagine uma kungasa kusasa zonke izinkampani zaphesheya ezinkulu sezithuthile lapha eMzansi how can we surviv...
05/08/2025

Can we you imagine uma kungasa kusasa zonke izinkampani zaphesheya ezinkulu sezithuthile lapha eMzansi how can we survive.

Nakuba South Africa kunazo izinkinga kodwa uma zingathutha lezinkampani ngeke yini sasokola. Lomnotho ovele utotoba kanje uyoba njani mhla lezi nkampani zahamba. Bangakanani abantu amamnyama abakwa
Toyota?
Hyndyia?
Kfc?
Makro?
Game?

Nezinye eziningi Iningizimu Afrika iyohweba naliphi izwe uma zonke lezinkampani sezihambile.

Imboni yezokuthutha ikakhulukazi amatekisi ngeke yini ilimale uma kungase labantu abamnyama abasebenzela lezi nkampani balahlekelwe umsebenzi emva kokuhamba kwazo.

Bonke laba abathi abelungu abahambe they must think again umphumela walo.

Ngoba almost 85% wethu ndlu emnyama siyahluleka kwakusebenzisa kwamhlaba lona esinawo omncane ekulimeni.

04/08/2025

Engiyikho ngiyikho

Intando kaSathane ngathi isiyenzeka ngaphezu kwentando kaMdali lana kzn.Yazi indlela abantu abadlula ngayo ngiyahluleka ...
04/08/2025

Intando kaSathane ngathi isiyenzeka ngaphezu kwentando kaMdali lana kzn.

Yazi indlela abantu abadlula ngayo ngiyahluleka ukuqonda ukuthi intando kaMdali noma uma kungenjalo uyiflathele Iningizimu Afrika.

Kungani ibandla elincane elikhulayo manje kubanzima ngisho ukuhlanganisa 30 lona.

Indlela abantu abaphangalala ngayo emgwaqeni ngabe imimoya yabadlula ngezingozi yangalandwa imimoya yabo inesandla yini na kulezingozi?

Kungabe amaphoyisa omgwaqo awanele yini emgwaqeni ukususa izimoto ezingakulungele ukuba semgwaqeni nokubheka indaba yabashayela bephuzile utshwala.?

Kungabe amaphoyisa omgwaqo anesandla yini kulemiphefumulo ephelela emgwaqeni ngokufuna imali yokugwaza even leyomoto ingakulungele ukuba semgwaqeni.?

Kungabe uhhulumeni akawahholeli yini ihholo elanele amaphoyisa aze alingeke afune izimali zoDrink emgwaqeni?

Kungabe imboni yamaloli ikakhulukazi izinkampani zama-Side tipper & containers banesandla yini kulezingozi nje ngoba behhola ngokwama Load abawenzile okudala kugcine bengasitholi isikhathi sokuphumula esanele.?

KZN Department of Transport

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bongani Ngidi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share