Izindaba Ezingachemile

Izindaba Ezingachemile Ngisacela ungifollower mtaka Mama ngifisa ukufika ku12K

27/05/2025

Izindaba

Sekudlule Emhlabeni abantu abathathu endaweni YasoThongathi .Labantu Balimale Engozini yeBhasi kuR102

Kukhalwa ngeNkohlakalo EKhazela High SchoolUMnuzane Lindokuhle Mgenge (31)Ukhala ngomkhonyovu wokuqashwa eKhabazela High...
16/05/2025

Kukhalwa ngeNkohlakalo EKhazela High School

UMnuzane Lindokuhle Mgenge (31)

Ukhala ngomkhonyovu wokuqashwa eKhabazela High School .UMgenge Udalule Ukuthi zimaketwane izinto eKhabazela High School .UThishanhloko omusha uMnuzane Sihle Mkhize (33).Ubaphethe ngesadla sensimbi ....Lomfana wenza umathanda uKhiphe oThisha abawochwepheshe ekufundiseni ngoba esola ukuthi abahambisani n
Nobuholi Bakhe ...uyazenzela uvale uMthandazo eKHabazela sekuthandazwa kabi Ngeviki ..Wavala abantu abazoshumayela eKhabazela ..izindaba ezingachemile beziseKhazela High School Ngolwesibili lapho elithole Khona Lezi .......okunye UMgenge ukhale ngokuvalelwa ukuthi aqashwe kulesiyasikole ...ngoba engowesilisa engeke alaleke ...eQhubeka kwaQashwa phambi Kwakhe eKhona Wangaziswa ...esephetha UMgenge oseShaqe ILaptop yesikole engakuyena kuyikamanje futhi usabise nangokushaqa Amanye.Ethintwa UMnuzane Muzi Mahlambi Okhulumela UMnyango weZeMfundo KwaZulu Natal ,UMgenge uphinde waveza ukuthi wathi mayekhuluma ngodaba lokuqashwa kukaMkhize wathenjiswa isikhala somsebenzi kwathiwa akathule uzoqashwa...UThe ubengakaziswa ngodaba Kodwa bazophenya ...

15/05/2025

Breaking News

Imamelodi Sundowns ingompetha Beligi Ka2024/25 lokho kuza emva Kokuba Sundowns Ihlule Ichipa Izolo Ebusuku

UMbutho wabantu EZiKaTambo Zibuye ngamandla
14/05/2025

UMbutho wabantu EZiKaTambo Zibuye ngamandla

IMeya yeTheku uCllr Cyril Xaba ehambisana no Mnumzane Thami Ntuli uNdunankulu wesifundazwe KwaZulu-Natal uvakashele imin...
16/03/2025

IMeya yeTheku uCllr Cyril Xaba ehambisana no Mnumzane Thami Ntuli uNdunankulu wesifundazwe KwaZulu-Natal uvakashele imindeni ekhahlamezwe izikhukhula endaweni yase Nhlungwane eNanda kanye nase Lamontville.

Abanye abantu abakhahlamezwe yizikhukhula sebezanyelwe indawo yokuhlala okwesikhashana esedolobheni eThekwini. Bacela ku 6000 abantu abaphazanyiswe yilezimcula kanti imizi ingu 1452 esithintekile kusukela mhlaka 19 February kuya mhlaka 15 March nokukhombisa ukuthi sibi kakhulu lesimo. Abavakashelwe baphathelwe ukudla kanye nezimpahla zokumbatha.

Big shout out to my newest top fans! 💎 Lindiwe Shongani Thanjekwayo, Mphakamiseni Shezi, Sphamandla K Mhlongo, ZamaGcwab...
16/03/2025

Big shout out to my newest top fans! 💎 Lindiwe Shongani Thanjekwayo, Mphakamiseni Shezi, Sphamandla K Mhlongo, ZamaGcwabe Wasembo Mkhize

Drop a comment to welcome them to our community, fans

06/02/2025

With Maganga Thishela – I just got recognized as one of their top fans!

Umcimbi Kamaskandi Mother of all maskandi festival  uyabuya Kulonyaka
29/01/2025

Umcimbi Kamaskandi Mother of all maskandi festival uyabuya Kulonyaka

Indodakazi kaZuma UDuduzile Zuma Uzovela eNkantolo ngolwesine Mayelana neCala elihlobeni nezibhelu zango July 2021
28/01/2025

Indodakazi kaZuma UDuduzile Zuma Uzovela eNkantolo ngolwesine Mayelana neCala elihlobeni nezibhelu zango July 2021

USihlalo we EFF KwaZulu Natal UMongezi Thwala usazoqhubeka nokuhlala eTokisini Ngemva kokuba evele enkantolo namhlanje i...
28/01/2025

USihlalo we EFF KwaZulu Natal UMongezi Thwala usazoqhubeka nokuhlala eTokisini Ngemva kokuba evele enkantolo namhlanje icala lakhe lahleliswa uThwala bamanye amalunga e EFF ayebhikisa ema office kaMasipala uMhlathuze basolwa ngokushaya uNogada owayezama ukubavimba

Uzochitha ubusuku esitokisini Usihlalo we EFF KwaZulu Natal UMongezi Thwala ngemva kokuba ezinikele yena emaphoyiseni ng...
27/01/2025

Uzochitha ubusuku esitokisini Usihlalo we EFF KwaZulu Natal UMongezi Thwala ngemva kokuba ezinikele yena emaphoyiseni ngecala lokuhlela umhlangan ongekho emthethweni obusema office kaMaspala wase@Mhlathuze

Address

Durban

Telephone

+27607273219

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izindaba Ezingachemile posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share