Iqiniso Casting Agency

Iqiniso Casting Agency Best actor's you can find here.

05/08/2025

Iqiniso Casting Agency

To all of Abaphathi bama Agencies
Ngyacela baft s**e senzele n**i ingani zabantu iqiniso ngemali yazo if usuyitholele phela umsebenzi nongabe i Extra, munike imali yakhe lowo muntuπŸ™πŸ½ baft kunzima ukuvuka uyokhava u6 onset and also uvika nezigebengu likely nomshayeli ushayele lahle wangaba engozini so BAPHATHI ngfuna niyicabangangisile lento ingani yomzali thizeni idela iskhathi sayo because ithanda i Acting 🎭 mase ungasayiholeli ke uthi akaythande kanjani πŸ€·πŸ½β€β™‚οΈ ngeke phela baft uzodlala ngabantu unanike o R100 o R150 for i day shift ukungabi neqiniso lokho 🀞🏽 BAPHATHI BAMI PLEASE LET WORK PROFESSIONAL SINGADLI IGAZI LABANTU NGYANICELA SKE SBAHLONIPHENI SILEKELELANE

LE I POST YAMI YOU ARE WELCOME TO COMMENT AND MENTION NANOBA IMUPHI UMUNTU NONGABE AKAKUHOLELANGA MBIZE LA. NGABE NIZOPHELA PHELA NIDLALA ABANTU.

05/08/2025

IQINISO CASTING AGENCY

Sanbonani zingani zakwethu πŸ™πŸ½ ngyathokoza ukuphinde ngikhulume nani namhlanje.

Ngiyezwa most yabantu ayikho Ryt ngezimali abaziholayo uma sebeholela imali Yokuba i Extra kumalanga awafani bebe beshuthe kuyi night shift. Nami nami ngthe mangizwa impela beyisho ngababaza impela

But ke asikho lapho sisekthenini manje nisola ukuthi i production shuthi ekhokha kancani or umphathi wenu we agency obamba kakhulu i percentage nigcine nihole amatongomani. Cela coz wow ngyabona ethekwini kancani kancani uthando lwe Acting 🎭 kubantu lizogcine luphela ngokwexhaphazeka onset even kwi side lezimali. Yes akmele uye ngomqondo wemali but if usuze waqashwa waya koshutha imali ayngene phela uyibone into ekade uyiqashelwe ungavumi bekuxhaphaze lemali eniyotholayo it for i day shift not night shift badlalile ngani angfuni kungasho 🀞🏽🫡🏽 but ke asinakulekelela basiyofesa kubona kwi good heart ❀️ and professionalism they don’t get back to us.

Kufana noku sign i contract yokuba i Extra 🫡🏽😩 ai nina nidlalwa kakhulu mani ai othi nginiyeke futhi. Salani nikhala kanjalo

All in all production for Amalanga Awafani I’m sure they did payment very well

Inkinga iqala kumnikazi we Agency nokucabangela isisu sakhe trust me ngalapho 🀞🏽 ingakho nisazohola izimali ezingekho. By byin futhi.

Big shout out to my newest top fans! πŸ’ŽMcebos'ibhari Yase Natal, Nosinhle Bunhlr, Malakwana Malakwana, Sthandokuhle ThahD...
28/07/2025

Big shout out to my newest top fans! πŸ’Ž

Mcebos'ibhari Yase Natal, Nosinhle Bunhlr, Malakwana Malakwana, Sthandokuhle Thah

Drop a comment to welcome them to our community,

Umsebenzi omusha sha under IQINISO CASTING We call it an IWRONG Clothing Guys this is a quality angeke wazisola la Cela ...
25/12/2024

Umsebenzi omusha sha under IQINISO CASTING We call it an IWRONG Clothing

Guys this is a quality angeke wazisola la
Cela ningi support πŸ™πŸ½πŸ™πŸ½πŸ™πŸ½ njengoba nami ngisazonifaka imali ephaketheni njengoba sengibafakike abanye benu.

Okunye le brand ine page layo so please follow it page just search Iwrong Clothing uhlale phambili ungahlali emuva ngoba uzosala ezintweni. Dankooo

10/12/2024

Sanbonani ma Actors and Actresses

Ngiyezwa ukuthi kulama Agencies enu enawakhetha futhi Na joyina ngemali anitholela umsebenzi as ama background artist but kuze Kube imanje anikaze NIHOLE 😩😩😩 KANTI BATHINI ABAPHATHI BENU ???

AKE SIZAMENI UKULUNGISA LEYO NKINGA

Try your luck Follow their website.Ngifisa niphumelele Nonke kancani kancani.
06/11/2024

Try your luck
Follow their website.

Ngifisa niphumelele Nonke kancani kancani.

17/10/2024

Big shout-out to my newest top fans! Mcebos'ibhari Yase Natal, Malakwana Malakwana, Sthandokuhle Thah

17/10/2024

Happy follow-versary to my awesome followers. Thanks for all of your support! Angel Ledwaba

Ake sizameni lana auditions!!!
09/10/2024

Ake sizameni lana

auditions!!!

09/10/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Iamthamie Twf Thusi, Gugu Precious Mkhize, Lihle Ka MaDlamini Msabala, Sthandokuhle Thah, Nqubeko Qwabe

08/10/2024

Sanbonani guys

I wanna ask here

Why ningenawo ama professional pictures as an actor or actress or models?

Coz when we are casting definitely we will ask your professional picture.

Why I'm asking this question to you all, it's because when I ask your professional picture,ANIKAZE NANGINIKA WONA NINGISENDELA AMA PICTURES NINCIKE EZIMOTWENI OMUNYE USAMBELA E WORKSHOP BAMSHUTHE ENGANAKILE ZININGI NJE NGEKE NGIZISHO ZONKE but cela nitshele Mina why ningenawo ama professional pictures?

Sekufeziwe shoot for todaySBONGILE AND THE DLAMINI'SIqiniso Casting Agency
07/10/2024

Sekufeziwe shoot for today

SBONGILE AND THE DLAMINI'S
Iqiniso Casting Agency

Address

Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Iqiniso Casting Agency posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Iqiniso Casting Agency:

Share