MzansiLocals

MzansiLocals Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from MzansiLocals, TV Channel, Durban.

29/04/2023

"...angithi wathumela amadoda ukuba agalakadele endlini ezodubula umfowethu???!" Esho ngonya u Bheki amehlo esebomvu intukuthelo." Wabona ukuthi uyalulama wamfakela ushevu ekudleni kwakhe skhohlakali somfazi...phika phela mawungayazi into engikhuluma ngayo!!.." enezezeleka enkulumweni yakhe ubheki. Waqale wathula umaGumede embuka ngqo emehlweni uBheki owayebesegan unwabu. "Kwakufanele vele afe! Usathane lo ombiza ngomfowenu. wayengshaya mihla namalanga bekmele ngezenjani Bheki ngilinde angbulale kuqala???" Ekhuphuka ngentukuthelo naye amehlo akhe esekhiqiza izinyembezi. " Ey ngazile uzosho kanjalo, wena uke wazibuza ukuth eze ekshaye kungani?? Angithi wena wawuhambe uphinga la ngaphandle uphethwe inkanuko , lalelake ubafo ufikile kimi ngephupho wathi ufuna ublungiswa ngokufa kwakhe futhi mina ngizofeza isifiso sikamfowethu ukuze umoya wakhe ulale ngokthula ingunaphakade"
Esasho ubheki wakhipha usibhamu abesishuthekile wasihlohla wabe esikhomba esphongweni sikaMagumede. Wazizwa kubanda umzimba wonke uMagumede wathuka woma amathe uThenjiwe owayecashile elalele."Bhekikhaya. ucabanga ukuthi wenzani?.. " ebuza embheke eynhlamvini zamehlo u Magumede ebuza u Bheki. "Ngenza lokhu ekmele ngabe kaade ngakwenza" esephendula sakumoya ophansi ."B-Bheki ngyakcela , U-ungayenzi intofun ukyenza" ezincengela umaGumede sezizinela izinyembezi eysuk emehlweni akhe.
" Uhambe kahle uyes'hogweni sf*b* ndini mbulali!!" Ubheki esho emkhwifela ngamathe ebusweni. Thwa! Thwa! Kabili emdubula unina kathenjiwe basakazeka ngalesoskhathi ubchopho lapho ewa edindiliza phansi. uThenjiwe wezwa inhliziyo ishaya ngamandla kodwa sengathi futhi iyacwila eshaqwa inasi isigameko. Wavele wangazi ukuba makabaleke ayocela usizo noma acashe lapho ekhona kwazise wayesenoksaba okuyisimanga phela. Ubheki wazizwa enokthula angakaze abanakho seloke wahanjelwa umfowabo uDaniyeli emhlabeni ngesandla sika Mawande u MaGumede, kepha injabulo yakhe yasheshe yaphetha lapho ebona umphetho wengubo ngasodongeni

29/04/2023

⚠️The following story is rated 16 for V&L and may contain scenes that might affect sensitive readers.
************************
MzansiLocals present ✨:
'i c**o'

"We Thenjiwe...Thenjiwe!" Ememeza umaGumede owayenabe osofeni.
"Mah?!" Asabele uthenjiwe ebe ephuthuma ezakunina lapho wafika waguqa.kwathi cosololo ku Magumede uma ebona ukuthi imfundiso yakhe isaphethwe njengezikhali zamantungwa wabe esemamatheka.
"Awuboni ke mtanami!." Emncoma wavele wamoyizela ke naye u Thenjiwe esaguqe phansi. "Ingabe umah udingani?" Ebuza ngokuzithoba u Thenjiwe." Phela sengze ngazumeka lapha osofeni ngithi ngbuk umabonakude kwagcina kuywona oybukela mina ngkhamsile senglele.Kodwa awungsizeke uphuthume uyongbilisela amanzi nakhu ngzoshiywa iskhathi phela ngyangena namuhla ebsuku" elayeza u Magumede nangempela wasukuma wenzenjalo uThenjiwe, eqonda ekhishini elincane kodwa elithothene ngobunono, wathatha I ketela wakha amanzi ebhakedeni ngojeke wabesewathela khona eketeleni wavala wabilisa. Uthe enzenjalo wezwa iscabha sikhala nezwi engathi elomlisa elizwakale lijwayelekile ezindlebeni zakhe uThenjiwe.Wavele wakhohlwa nokuthi umama wakhe wathi akangabolalela izindaba zabantu abadala , wabe esecijise isiphongo lesi ayevela kancane ngaso ecupheleni lodonga amehlo ethe njo! epopola ukuthi kwenzakalani ngoba kuzwakala manje sengathi kunokuphonselana keamazwi engathi khona udweshu olukhona phakathi kukamama wakhe nalomlisa.

"Ungangitsheli loyombhedo mina , ungumbulali wena!" Ememeza esholo phezulu ubheki intukuthelo yakhe ibhebhethekile indlu yonke. " Yehlis umoya kodwa Bheki, Awkwazi nje futh uks**a lapho s**a khona uzobangumsindo kwam ungthuke kanje ungfundekele ngamanga!" Kuphendula uMagumede "Wena!" Emkhomba ngomunwe ngqo esphongweni bemile bobabili " wena mbulali ndini ngyezwa kthiwa wabulala umfowethu wamdlis ushevu- ujuqu wonke Magumede!! Umfowethu wayesezolulama esibhedlela emva kokuthi wena!!..- uzame ukumbulala...angithi wathumela amadoda ukuba agalakadele endlini...

29/04/2023

MzansiLocals::

Lining up for today is ic**o
Please note that we only write one soapie update per day so if ur favorite soapies daily update has ended too soon then I'm sorry but you will have to take a rest and wait for tomorrow to read again. Mzansi locals will make sure it's worth it. For now we have one soapie lining up on our page as the other e-read soapies are still under processing procedure ...on for today is " ic**o"

24/04/2023

Please note that mzansi soapies also supports local story writers so if you are a writer with a good soapie , this is your time to shine .inbox us with a request for your story to be featured on our mzansilocal channel page

24/04/2023

MzansiLocals
Is an entertainment content e- read channel set to make your time on Facebook memorable as we bring you all content to your screen on our daily updates in daily news reports, soapies, celebrity scoop and so much more!✨✨

It is said that nobody tells a story like a local 😊so we chose to bring you local edition soaps in all spicy genres!
Enjoy the first soap ic**o lam

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when MzansiLocals posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category