Vezi Production

Vezi Production Content creator

14/09/2026

Uthi fanele ngabe sebamushaya manje basaba ama camera

14/09/2026

Bagxeka ukusebenza kwamaphoyisa nokungavumi ukuthi ashuthwe

14/09/2026

Ukhombise izintatheli ukuthi amaphoyisa kuvumelekile ukuthi ashuthwe e South Africa, lokhu kuza emvakokuthi amaphoyisa angafuni ukuvezwa kuma Camera on an ongoing operation happening in the township Elovu, ubesegaranta kakhulu ukuthi yena akekho umuntu ongamqonda amshaye ngesbhamu ungaze umjume.

14/09/2026

Uthi iphoyisa ebelizidakelwe lishayise imoto yakhe kwafika i breakdown layithatha ngaphandle kwe statement langayilandela imgudu efanele wabe eseyishutha imoto isikwi breakdown iphoyisa uMagoso lamubuza ukuthi wazini ngomthetho yena

14/09/2026

Kusuke umsindo omkhulu ngeskhathi Kwanda amaphoyisa kwi operation

14/09/2026

Besekukhuphuke umoya begxeka amaphoyisa ngomsebenzi wawo, Uthi ufuna amaphoyisa abheke isbhamu ukuthi sisemthethweni yin

14/09/2026

Umama owumnikazi wendawo esebenzela ama foreign nationals ucele ukuthi angalwiswa ngoba ewumuntu wesfazane uthi wayengeke abavumele kwasekuqaleni ukuthi bavule izitolo bengenawo amaphepha uthi labantu sebenobuzwe la e South Africa

14/09/2026

Ubesedinwe kakhulu uShoti elovu befuna kuphume owokufika

14/09/2026

Uthi basemvakwe Home Affairs iyamudida eyokuthi umuntu wangaphandle abe ne ID

Address

Durban

Telephone

+27739921662

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Vezi Production posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Vezi Production:

Shortcuts

Share