Unqambothi Media Tv18

Unqambothi Media Tv18 ●EZIHAMBA PHAMBILI ●LIKE ●COMMENT ●SHARE & SUBSCRIBE ✍️📌

Kusebuhlungu ngentombazane eyatholakala ishonile ingagqoke zimpahla inqunu. Umphakathi usathukile ngendaba ka Thobeka Mg...
27/10/2025

Kusebuhlungu ngentombazane eyatholakala ishonile ingagqoke zimpahla inqunu. Umphakathi usathukile ngendaba ka Thobeka Mgqaza oneminyaka engama-25 owatholakala e Diepkloof esebulewe kabuhlungu.💔😭

Abantu bachaza losisi njengomuntu obethanda ukweseka abesifazane abasebancane endaweni. Kwabonakala ngathi waqale wadlwengulwa ngaphambi kokuba abulawe.💔😭⚠️

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa KoMnotho ezokuVakasha nokoNgiwa kweMvelo uMfu Musa Zondi ubeseMbazwane esizweni sasebuKho...
26/10/2025

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa KoMnotho ezokuVakasha nokoNgiwa kweMvelo uMfu Musa Zondi ubeseMbazwane esizweni sasebuKhosini bakoZikhali endaweni ekwaMbila. Bekuhlangenwe ukugubha umKhosi wamaSiko obizwa nge Azibuye Emasisweni.

Lona, umcimbi oba minyaka yonke kulendawo. UNondaba uncome ubuhle balomcimbi ethi kubaluleke kakhulu ukuthi kube memikhosi enjengalena, kwazise iyalekelela kakhulu ukufundisa intsha ukuze ikwazi ukuzogqaja ngobuyona, ubuzwe namasiko ayo.

Kolomcimbi bekudlalwa imidlalo yesintu nomculo kanye nikugidwa kwengoma. UNondaba uthe uyafisa nezinye izizwe ziwakhuthalele amasiko ukuze bangalahlekelwa yibo uqobo, ngoba uthi umuntu ongazazi ukuthi uphumaphi, kunzima azi la ekhona, nalapho abheke khona.⚠️

Ugeqe amagula uMax Makhanya ebhekana ngqo noTshatha 💔😭⚠️
26/10/2025

Ugeqe amagula uMax Makhanya ebhekana ngqo noTshatha 💔😭⚠️

Don't forget to Subscribe my channel

Amaphoyisa aseGoli abophe abasolwa abathathu abangabokudabuka eSomalia,, ngokushushumbisa abantu💔😭 Abasolwa batholwe beh...
26/10/2025

Amaphoyisa aseGoli abophe abasolwa abathathu abangabokudabuka eSomalia,, ngokushushumbisa abantu💔😭

Abasolwa batholwe behlezi ezindlini ezahlukene benqunu, lokushushumbisa bakwenza eMakhado, Limpopo kanye naseJohannesburg besebenzisa imoto abaqhuba ngayo ubugebengu baphinda batholakala namafoni ahlukahlukene.💔😭⚠️

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho ezokuVakasha noKongiwa kweMvelo KwaZulu Natali uMfu Musa Zondi wethule inkulumo ...
25/10/2025

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho ezokuVakasha noKongiwa kweMvelo KwaZulu Natali uMfu Musa Zondi wethule inkulumo yakhe kwisidlo sasebusuku ebesewumcimbi wezindondo obuhlelwe yiMinara Chamber of Commerce, lapho kuhlonishwa khona osomabizinisi abenza kahle emikhakheni yabo nalabo abasebenza emiphakathini ngokuzikhandla, bethuthukisa nomnotho eMzansi.

Lomcimbi waminyaka yonke obizwa nge-Minara Chamber of Commerce Business Recognition Awards, bese kungokwesi 14 wenziwa, futhi bebebungaza iminyaka engu 25 baqala ukuthuthukisa osomabhizinisi abasabancane abanelukuluku lokuthuthukisa umphakathi. UNondaba enkulumweni yakhe abeyibhekise kwabaklonyelisiwe uthe, bewuHulumeni bayababonga kakhulu ngokulekelela uHulumeni kanye nomnyango wakhe waka EDTEA okuyiwo obhekele ukuthuthukiswa komnotho kwande namathuba emisebenzi entsheni nakubantu besifazane.

Wathi ukuklonyeliswa kwabo akusho ukuthi umsebenzi usuphelile okanye wanele. Kodwa uthi abavule amaphiko bandizele kumhlaba wonke.
Imikhakha ebekuyiyo ebhekiwe bekungowe Businessperson of the Year to Young entrepreneur kanye nowe Lifetime Achiever of the Year.🔥🎁⚠️

Nibe nosuku oluhle. Follow Inhlanzeko Media Tv12 ❤️❤️🙏
25/10/2025

Nibe nosuku oluhle. Follow Inhlanzeko Media Tv12 ❤️❤️🙏

Sembathe njalo ngomoya wakho ongcwele jehovah, Nkulunkulu ka Shembe. Dlula ngalo ❤️ uma ungenankinga 🔥🎁🙌

Ungakhohlwa ukuFollower leli Page 👉 Inhlanzeko Media Tv12

EZINGENAYO 😭💔⚠️Kubikwa ukuthi umyeni obethukuthele egane unwabu uqashe iLoli elithwala usimende osuke uxoviwe leli elibi...
25/10/2025

EZINGENAYO 😭💔⚠️

Kubikwa ukuthi umyeni obethukuthele egane unwabu uqashe iLoli elithwala usimende osuke uxoviwe leli elibizwa ngeNtandane😭💔

Eliqashela ukuthi lihambe liyowuthulula emotweni yalo wesifazane obenguNkosikazi wakhe ngoba ecikwa isenzo sakhe sokuthi uvele washintsha isibongo ngaphandle kokumazisa. Laba besebengathandani kodwa imoto lendoda yamthengela😭💔⚠️

KUNZIMA 💔😭⚠️Kubikwa ukuthi akasekho emhlabeni lowo obedume njengenyanga enkulu kwaMhlabuyalingana namaphethelo uGodolula...
25/10/2025

KUNZIMA 💔😭⚠️

Kubikwa ukuthi akasekho emhlabeni lowo obedume njengenyanga enkulu kwaMhlabuyalingana namaphethelo uGodolulalamankankane.💔😭

Kubikwa ukuthi udutshulwe izolo ebusuku ligamenxe eleshumi edutshulwa emzini wakhe ngabantu abangaziwa. Uzokhumbula ukuthi lenyanga ibihlonishwa kakhulu ngemisebenzi ya💔😭⚠️

Nathi siwu Nqambothi Media sithi dudu emndenini kanye nasezihlotsheni. Sengathi umoya wakhe ungalala ngokuthula 💔😭⚠️🙏

24/10/2025

Yoo💔😭🚶‍♂️

SILUNGISA I COUNTRY "WANGIDAYISELA IPHONE KWI BOX NGAFICA ANDROID" 😭💔 |Full episode kwenzakalani
24/10/2025

SILUNGISA I COUNTRY "WANGIDAYISELA IPHONE KWI BOX NGAFICA ANDROID" 😭💔 |Full episode kwenzakalani

KWENZAKALANI EPSODE 1 Silungisa Country ...

uBheki Cele uthi uNhlanhla Mkhwanazi uthanda ukubukwa kakhulu wenza lezi izinto ngoba ebona amehlo abantu. Uphinde wathi...
24/10/2025

uBheki Cele uthi uNhlanhla Mkhwanazi uthanda ukubukwa kakhulu wenza lezi izinto ngoba ebona amehlo abantu. Uphinde wathi U General Nhlanhla Mkhwanazi uze waxolisa kuye wathi "I'm Sorry Minister" Usho manje nje bampheka ngemibuzo.💔🔥🚶‍♂️

Address

Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Unqambothi Media Tv18 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share