15/05/2026
ππ
Intombazanyana eneminyaka ewu 13 itholakale izulazula eTzaneen ihamba yodwa isuka eJohannesburg ihamba ithungatha ubaba wayo emva kokushona kukaMama wayo ngonyaka odlule.ππ
Yabe isiqala ithungatha ubaba wayo, sekunezikhawu eziningi ithathwa iyiswa esteshini samaphoyisa kodwa kubikwe ukuthi isibalekile yaqhubeka nohambo lokuthungatha ubaba wayo. Kutholakale ipheshana eline Address yasekhaya likamama wayo ongasekho yaseKatlehong kanye negama likababa wayo emfunayo,amalungu omphakathi acelwe angenelele ekutholeni umndeni walengane ukuqinisekisa ukuphepha kwayo.ππβ οΈ
***Sinzima lesi simo. Dlula ngalo β€οΈ uma ukholelwa emthandazweni ***π€π