Funny KZN Entertainment SA

Funny KZN Entertainment SA Poems,funny videos,news feed and Entertainment media videos

UNomvula Ndlela (28) endaweni yakwaMakhutha namanje ayikakholakali indaba yakhe yokuthi wahlaselwa kabuhlungu izinja zoh...
27/07/2026

UNomvula Ndlela (28) endaweni yakwaMakhutha namanje ayikakholakali indaba yakhe yokuthi wahlaselwa kabuhlungu izinja zohlobo lwe Pitbull zimhlasela eWoodlands, eMontclair, eThekwini

Wahlaselwa ilezizinja ehamba emgwaqweni eya egaraji ukuyothenga okuthile. Izakhamuzi kanye nabantu ababebukele bazama ukungenelela kodwa abakwazanga ukuvimba izinja, ezaqhubeka nokumhlasela ezinye zambamba intamo ngamazinyo zangamdedela.

Amaphoyisa amthole eceleni komgwaqo ekhoneni le-Atherstone Place kanye neNorwich Crescent zimdephune ziqedile ngayo kangangokuba izicubu zomzimba wakhe babelokhe bezicoshe phansi. Umndeni wakhe kanye noNina uBathobile Ndlela wenze okungajwayelekile wavele wanqaba iminikelo yesinxephezelo umnikazi wezinja abemnika wona ngenhloso yokuxolisa.

Ngesikhathi izinja zakhe zibulala uNomvula umnikazi wazo wayesaba ukusondela ngendlela ezazinolaka ngakhona

Address

G 1296 Nongoma Road
Durban
3

Telephone

+27760836525

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Funny KZN Entertainment SA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Funny KZN Entertainment SA:

Shortcuts

Share