Just In News

Just In News Underground Music news

Hot news book your photoshoot anytime

Bathi u Naledi udle imali yengubo abamnika yona waqede wabathuka..wathi bayabhosha mese beduna imali Naledi Aphiwe
04/03/2025

Bathi u Naledi udle imali yengubo abamnika yona waqede wabathuka..wathi bayabhosha mese beduna imali Naledi Aphiwe

30/10/2024

Today, 8 years ago.

30/10/2024

📣 IT’S OFFICIAL!

is hosting ! 🌟🙌 Get ready for glam, energy, and celebration this Saturday at Gallagher! 🎶✨

Tickets on Webtickets & Pick n Pay—don’t miss it!

sponsored by Motsepe Foundation

🔊

From last week till this week kunabantu abakhiphile but abadlalwa ku radio😌 DUNCAN SA kanti bayithengaphi I album yakho😢
26/10/2024

From last week till this week kunabantu abakhiphile but abadlalwa ku radio😌 DUNCAN SA kanti bayithengaphi I album yakho😢

26/10/2024
26/10/2024

(Kumuncu kakhulu kwi game ye Marianhill vs Umkhumbane)

U King Gaba no Rex bayahlephulana before I competition abantu Bathi u Rasta ushaye I trash diss song but I Rasta lona lithi limdlile o Mrepper bavele bathi komele baqondaniswe kwi competition..

26/10/2024

Yini eyenza kuculwe izingoma ezizodwa kwi competition ye Hood vs Hood? Kubuza ama fans🙏

Kuzobe kunzinyana impela koyedwa walaba!Sebeqalile bayacobana o mrepper base Thekwini balungiselela umdlalo wange Sonto ...
25/10/2024

Kuzobe kunzinyana impela koyedwa walaba!

Sebeqalile bayacobana o mrepper base Thekwini balungiselela umdlalo wange Sonto omunye kuthiwa ugcoba ubulongwe omunye kuthiwa unuka impepho angaz ke noma ama punch lines lawo noma yini.

25/10/2024

(U Big Zulu u busy upheka i Ulbum ye Hip Hop)

Bathi o mrepper yooooo kuzoshuba ke manje izophuma i ulbum ezoshaya i milion iqeda kuphuma. Lapho u DUNCAN SA uthethisa ama fans ukuthi athenga i ulbum yakhe ko my friend bcz akaboni ukunyuka kuma streaming uze wathi umuntu akaveze i proof yala ethenge khona i ulbum saze sasha kusho u Fakaza ngoba uyena ontshontshayo.

25/10/2024

Uthi uzobe engakini u Coolest Producer u MBzet Da ProduceR

O mrapper abaningi bakhala ngexabiso lokwenza ingoma, omunye wa poster ingoma ayenza ngo mholo wakhe we forth night wonke ku Mabhiza kodwa wamenzela ingoma engangeni emadlebeni ovele uthi cisha lapho noma shaya u Next.. Waziphendulela ke u producer wathi kubhede yena u mrepper uyibhimbi sdalo nje kodwa wakusho lokho esethenge ngayo ama headset imali kusho o mrepper.

25/10/2024

(O mrapper abadumile ethekwini abanamali kusho abaculi abangadumile)

Sekuvele ukuthi abasenayo imali o mrapper base thekwini kuthiwa omunye wahluleka ukukhokha u 1000 wakhokha u R500 we studio time.. Umbuzo umile ukuthi yini kangaka eyathatha iskhathi from October to December kubuza abaculi abafufuzayo.. Abanye bakhala ngokuchathelwa bengenabo ubufakazi balokho

24/10/2024

(Ukhathazekile u Mrapper wase Thekwini ngakubo owakhishwa engomeni ngenxa yokufuna i R1000 nge verse)

U DUNCAN SA wabeka wathi u Akalicious SA wayemxina ngemali. Babevumelene ngo cash or ngama percent aka SAMRO? Well sazothola kahle udaba oluphelele ngoba kumanje u ukhiphe ama vn akwi Whatsapp bexoxa no Skuva if babevumelene ngo cash akadingeki kwi percent ngoba usefana nomuntu odayisa i verse. So uphethe ngokuthi abaculi be hip hop abadumile abanamali😢 ayi asazi sisazoya nase capitec okuyi bank elahlupha ngosuku lokugqema leli R1000 syobuza ukuthi yayikhona yini leyo mali?

Address

Durban
4000

Telephone

+27676365387

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Just In News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Just In News:

Share

Category