24/11/2014
Uyaphi emcimbini unga menywanga?
(Kuka Mthembu, usuku lomshado ka Cebo no Sarah)
Sarah: (smily) ewu, babah.. Laze lafika.. Ngangi ngasho!
Cebo: (ebhinqa) he he heee... I told u ukuba usezulwini elincane lapha...
Sarah: (emamatheka) akusho wena, indlela ebeku lungiswe ngayo.
Cebo: (ebhinqa) ayi kuncane loku okubone lapha.
Sarah: (eswaca) ewu akusibo ubuhle lobuya. Siphoxwe ilo baba wawuthe uthakatha lakhaya nengane zakhe..
Cebo: (ngoku futheka) uthini?
Sarah: awubonanga na ukudla kushodile kwangafika kulabo bhuti bebe hamba nge Fortune...
Cebo: (kunyuka maphaphu) ungi tshelani, insizwa esisebenza nazo kwa SAWS leziya.
Sarah: bunga bona bevele wagqoka lobhantshi lakhe alusa ngalo. Bonke bebese duze kwakhe bafile ukunukela idiphu!
Cebo: ake ngikobe insizwa la mnyango ngaze konakale.
(uphuma ekamelweni, udlula edining, abapheki bamkhe phezulu)
Zodwa: (emgqubuza) buka buka...
Sindy: (emenqa) akasemhle, uhlebekile umshado wakhe!
Zodwa: (ngoku bhuqa) umbonile ubaba ka bhantshi, amadadla, isitshwebhu..
Sindy: bengave ezitshela kuyiwa ediphini...
Zodwa: ayi shiya indaba zabantu..
Sindy: awu kodwa ukuba bekuyimi, bengzo... Hee e eee.
(uCebo ufika ensizweni zidlala induku esibayeni)
*uJabulani no Thokozani batholana phezulu kwazise inkunzi ezimbile azikhony ndawonye*
Induna: (shay ndweba) imani zinsizwa, kuyadlalwa lapha aku vuswa magqubu.
Thokozani no Jabulani: (Bexhawulana)
Thokozani: (enconcoza) hheee, khwibi kunjani la? layizingela, layibamba layisondeza, layidla ngamazinyo.
Cebo: (bexhawulana ngentokozo) wa uhlulwe enye insizwa uzoshaya mina la. Usegwala namanje!
Jabulani: Basiveza kamandi kwi TV mfowethu balume malini?
Cebo: (ngochwensa) wabuza ngathi uzoshada nawe suzo shada nesandla na?
Thokozani: angithi sengakuzama phela lokhu.
Jabulani: animeni ngokudlala. Enyangeni ezimbili ezizayo ziyawu shaya.
Cebo: ngoba wena intombi wawu shela unyaka wonke nje. Nentelez ikuncinzela imahhala.
Jabulani: wabanjelwa uzinhle phela lo.
Thokozani: umona ke lowo. Ngayi shaya emini ilanga libalele intombi yase Qhudeni.
Cebo: awu usbar kanti lo. bamba into yamahhala.
Thokozani: awungiphe inamba yabo ngekhale ngemke, ngaze kwakhele uthekwane.
Cebo: ayi ntanga ukuxoxisana nje nabo. Abakabi phezulu kangako, kodwa ayi umsebezi wabo.
Jabulani: abakuphi bona labafana, ubazi kanjani?
Cebo: ngezwa omunye ehleba ngabo ebhasini, ethi mahle ama video abo kodwa awagqami kahle wara wara...
Thokozani: pho wena wasithathaph isibindi esingaka sokubaqasha?
Cebo: Ngabasesha ke ku facebook saxhumana nabo, ngafuna isample. Igqame kahle and ayigxumi. Bese saxoxa ngama prize ke.
Jabulani: ngathi angiqali impela uku babona. S**e sahlangana nabo kaNyuswa.
Cebo: bashibhile kanti mning mkhiqizo wabo. Sebe buya nako Swazini.
Thokozani: shono inombolo umunt menga phika nawe kungasa. Wacikoza uzalwa.
Cebo: kwazise nami kusamele ngiyo neka izikhumba. 073 8025 066. Ucele ubizo Mthembu.
Thokozani, Jabulani: Siyabonga, sibusile kwakho bafo.
Cebo: Kubonga mina zinsizwa. Nobuya kusasa skhukhude amathambo.
(behlukana phakathi. Abangani bebona bebeze ngayo)