TKS Production

TKS Production News and current affairs in South Africa and around the world

"Ukhuluma kakhulu ube ugqoke nophaqa"Isho kanjalo le nsizwa komunye we EFF izolo eNanda. "Akufuneki ukukhuluma kakhulu u...
19/09/2026

"Ukhuluma kakhulu ube ugqoke nophaqa"

Isho kanjalo le nsizwa komunye we EFF izolo eNanda. "Akufuneki ukukhuluma kakhulu ube ugqoke noPhaqa", He Said.

19/09/2026

Ukhona kodwa umuntu otrender unyaka wonke njengo Ngizwe Mchunu? Abaziyo bathi iEFF ivulele uNgizwe Mchunu icala emaphoyiseni aseNanda ngokuqhumisa isibhamu esidlangalaleni.

Bahambe bemabokoboko abalandeli be EFF ngesikhathi betholene phezulu noNgizwe nabaqaphi bakhe. Abantu bathi yini enzima ...
18/09/2026

Bahambe bemabokoboko abalandeli be EFF ngesikhathi betholene phezulu noNgizwe nabaqaphi bakhe. Abantu bathi yini enzima ngoba imcimbi yabo ayikho enkundleni eyodwa kodwa ihlukene.

Imvula yimbi eThekwini, nishayele ngokucophelela emgwaqeni
18/09/2026

Imvula yimbi eThekwini, nishayele ngokucophelela emgwaqeni

18/09/2026

Ibhekene ngeziqu zamehlo eNanda phakathi kukaNgizwe Mchunu ne EFF.

18/09/2026
UPhakelumthakathi ohola inhlangano "Insizwa nobunsizwa", usecele zonke izinsizwa ziphelele lapha eKemptorn Park kusasa k...
18/09/2026

UPhakelumthakathi ohola inhlangano "Insizwa nobunsizwa", usecele zonke izinsizwa ziphelele lapha eKemptorn Park kusasa kuwumhlaka 19 September 2026, ngenxa yalesigameko sokubulawa kwabantu besimame. Isenzo esingesihle kakhulu lesi esenzekayo.

Abantu babonga uJacinta ngokusebenza kanzima nokukhombisa kwakhe ukukhathalela abantu abamnyama abahluphekayo. Bathi uku...
18/09/2026

Abantu babonga uJacinta ngokusebenza kanzima nokukhombisa kwakhe ukukhathalela abantu abamnyama abahluphekayo. Bathi ukube akazange ayisukumele indaba yabantu bokufika abakuleli ngokungemthetho, ngabe basadunguza ebumnyameni.

UJacinta utshele abantu ukuthi bangaqale bathi ngabantu bokufika laba ababulala abantu eKemptorn Park ngoba asazi okwama...
17/09/2026

UJacinta utshele abantu ukuthi bangaqale bathi ngabantu bokufika laba ababulala abantu eKemptorn Park ngoba asazi okwamanje. Ukusho lokho kwenye yamavideo ozakwethu lapha kufacebook.

Nakuba kunezinkulumo eziningi ezithi ngabantu bokufika kodwa abanye bathi asikazi okwamanje, kusalindwe amaphoyisa ngobufakazi.

ILink yevideo kumacomments

Niyayizwa indaba
17/09/2026

Niyayizwa indaba

A suspect arrested in connection with the first murder in Kempton Park in July might be a foreign national, with authorities now working to establish his identity and nationality through police and prison fingerprint records.
Read on https://tinyurl.com/4r79ffad

Address

Durban
4000

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when TKS Production posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share