Ha-Patro

Ha-Patro Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ha-Patro, Digital creator, Zwe Madlala Road, Durban.

Hello Everyone๐Ÿ˜๐Ÿ‘Œ
08/08/2026

Hello Everyone๐Ÿ˜๐Ÿ‘Œ

06/08/2026

Kulenyanga Ngithanda Wonke
Umuntu Nami Ngicela Ukuthandwa

05/08/2026
Kobe Sekuzovotwa .Sibona NgeziguqukoEziningi Nakhu Sesibona Nga- Ma- ToiletAngekho Ngisho Eduze Kwabantu Abawadingayo.Ku...
05/08/2026

Kobe Sekuzovotwa .Sibona Ngeziguquko
Eziningi Nakhu Sesibona Nga- Ma- Toilet
Angekho Ngisho Eduze Kwabantu Abawadingayo.
Kunesikhalo Seminyaka Sokuthuthwa Kwemfucusa Eduze Kwami .Kodwa Anginakiwe.
Ama- Phara Ayazidalela.
Kungcola Ngisho igceke.Ngiyawabikela Amakomidi Awenzi Lutho.
Kodwa Akhuluma Ngokuthi Ngivote.
Umbuzo Wami Uthi Mina Ngizosizakala Ngani?

05/08/2026

Abantu Abaningi Ababusayo - La Abantu Abahlala Ezakhiweni
1.Ugesi Abawukhokheli
Wena Uma uthenga Icard Kumele Udlule Iminyango Eminingi Usulithengile Kodwa
Ngeke Ulifake Kumele I Daile Ino Kuzokhuluma Umlungu.
2.Amanzi Awamahala.Wena Uma Ungakhokhile Ayavalwa.
Umbuzo Wami Uthi Mina Ngizosizwa Yini La?

Uyazi Uma Sekuzovotwa Kuvela Amakhono Amaningi.Sesibona SekunaToilet.Kodwa Inkinga Yeminyaka Nyaka Ayikaxazuleki Yomgqom...
05/08/2026

Uyazi Uma Sekuzovotwa Kuvela Amakhono Amaningi.Sesibona SekunaToilet.
Kodwa Inkinga Yeminyaka Nyaka Ayikaxazuleki Yomgqomo Kadoti.Thina Esihlala Eduze Kwakhona Siyafa.
Hhayi Ama-Para Wona Ayazenzele.

Emva Kokuhamba Kwabantu bokufika E Maweleni Kusale Owedwa Nje Ohlezi Ebonakala.Naye Futhi Uyabonakala Ukuthi Uzibhorekel...
31/07/2026

Emva Kokuhamba Kwabantu bokufika E Maweleni Kusale Owedwa Nje Ohlezi Ebonakala.Naye Futhi Uyabonakala Ukuthi Uzibhorekele.
Angiphathi Ematafuleni Akukho Lutho Namuntu.

Ngikhathele Ngidinga Ukuphumula Usuku Lwami Belulude.
25/05/2026

Ngikhathele Ngidinga Ukuphumula Usuku Lwami Belulude.

I'm feeling tired I need to rest ๐Ÿ˜ด๐Ÿ˜Š๐Ÿ‘๐Ÿ’ค
25/05/2026

I'm feeling tired I need to rest ๐Ÿ˜ด๐Ÿ˜Š๐Ÿ‘๐Ÿ’ค

Address

Zwe Madlala Road
Durban
4066

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ha-Patro posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share