
27/09/2025
Inganeni ese ncane yomfana endaweni yase Lusikisiki e Eastern Cape okuthiwa ibithi iyadla ekhaya lakubo nezinye ingane zidla inyama esitsheni ndawonye kanti seku ngene isigcibilikishi phakathi ekudleni sazigoqa njenge nyama naso sesi saba ingane zintapuna ukudla ziku banga
Kuthiwa le ivele yakhamisa kakhulu yaku bushela konke ukudla obeku nenyama yahlafuna yaze yagwinya leslwanyana ibe is iphutha nyiswa esbhedlela odokotela bakwazi ukusi khipha
Okutholakele ukuthi sifike sashiya u poisen enganeni bathi ama phaphu ayo aphampa kancane aysakwazi ukuphefumula ngama khala ibe ivule nomlomo into ezi size ukuthi ivalwe amakhala ikwazi ukuvula umlomo kakhulu iohefumule
Isimo sayo kodwa ngathi izogcina isindile ngoba bathi kuya ngokuya kube ngcono.