Umlazi 24/7News

Umlazi 24/7News Welcome to Umlazi 24/7 News, your trusted source for breaking news, local stories, and community updates from Umlazi and surrounding areas. Follow us

We bring you the latest news, sports, entertainment, and events that matter to you. Hot nuz babes

Imboni kaqedisizungu igqemeke udume lwengozi kudlula emhlabeni uLondiwe Faith Nene, le ntokazi yayilingisa emdlalweni we...
13/10/2025

Imboni kaqedisizungu igqemeke udume lwengozi kudlula emhlabeni uLondiwe Faith Nene, le ntokazi yayilingisa emdlalweni weNetflix iYoungin futhi wake wethula iziqephu ezimbalwa zoThando Noxolo
Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

Amaphoyisa abophe uMlisa wase Zimbabwe okuleli ngokungemthetho obanjwe noxhaxha lwemithi , amaphilisi kanye nemali engu ...
13/10/2025

Amaphoyisa abophe uMlisa wase Zimbabwe okuleli ngokungemthetho obanjwe noxhaxha lwemithi , amaphilisi kanye nemali engu R160 000. Kubikwa ukuthi bebezishaya saDokotela aba Private. Laba bobabili abaneminyaka engu-34 bavele enkantolo Icala labo lahlehliswa

Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

09/10/2025
IDiski Es’nqawunqawini!IDStv Diski Challenge izovakashela ePrincess Magogo Stadium,KwaMashu, kule mpelasonto. Amathikith...
07/10/2025

IDiski Es’nqawunqawini!

IDStv Diski Challenge izovakashela ePrincess Magogo Stadium,KwaMashu, kule mpelasonto.

Amathikithi okungena amahhala azotholakala enkundleni ngoLwesihlanu ngo 12 emini kuya ku-5 ntambama.


Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

Owake wagijima kwiKaizer Chiefs, uBrian Abbas Amidu, uboshiwe ezweni lakhe eZimbabwe kulandela ukubanjwa nensangu engu-7...
07/10/2025

Owake wagijima kwiKaizer Chiefs, uBrian Abbas Amidu, uboshiwe ezweni lakhe eZimbabwe kulandela ukubanjwa nensangu engu-750kg, elinganiselwa ku-R1.4 million.

Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

Amajita adlulele kwi-Last 16 yeNdebe yoMhlaba ngemuva kokwehlula i-USA emdlalweni wokugcina wamaqoqo kuGroup E. Amaqembu...
06/10/2025

Amajita adlulele kwi-Last 16 yeNdebe yoMhlaba ngemuva kokwehlula i-USA emdlalweni wokugcina wamaqoqo kuGroup E.

Amaqembu amathathu okuyi-USA, Amajita neFrance aqede ebambene ngamaphuzu ayisithupha, adlulela esigabeni esilandelayo.

Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

Haw kahlen bo 🙊
06/10/2025

Haw kahlen bo 🙊

Nayi i-message uBrown Mogotsi athi uyisendele uFikile Mbalula 📨 Uthi yena ubemtshela ukuthi:“wendoda ngicabanga ukuthi u...
06/10/2025

Nayi i-message uBrown Mogotsi athi uyisendele uFikile Mbalula 📨

Uthi yena ubemtshela ukuthi:

“wendoda ngicabanga ukuthi ungibize ngizokuchazela ngoba lento othi ngayenza yokuqola abantu ngegama le ANC akusilona iqiniso”

UMbalula akamphendulanga ❌

Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

Umusa Oqhamuka Kwabaphezulu 💯❤️📩Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News
06/10/2025

Umusa Oqhamuka Kwabaphezulu 💯❤️📩

Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

Brown Mogotsi uthi u Fikile Mbalula wahamba no Vusi "Khekhe" Mathibela eya phesheya. Vusi Khekhe wagwethwa 30 years ngok...
06/10/2025

Brown Mogotsi uthi u Fikile Mbalula wahamba no Vusi "Khekhe" Mathibela eya phesheya. Vusi Khekhe wagwethwa 30 years ngokubulala u businessman wase North West u Wandile Bozwana. Uthi 2 or 3 days before kubulawe u Bozwana, u Khekhe wayeno Mbalula.

Uphinde uveza ukuthi uNkosikazi ka Mbalula uthinteka enkohlakalweni e Free State.

Uthi u Fikile Mbalula ulwa no Senzo Mchunu.

***Vusi "Cat" Matlala no Vusi "Khekhe" Mathibela akuyena umuntu oyedwa, ningadideki.

Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

😭😭😭Ismanga umfanyana omncane ebulala umawakhe 😭 bukhoma emini ka Bha lafa elihle kakhulu mmmm nkulunkulu ngenelela sekun...
06/10/2025

😭😭😭Ismanga umfanyana omncane ebulala umawakhe 😭 bukhoma emini ka Bha lafa elihle kakhulu mmmm nkulunkulu ngenelela sekungaphezulu kwamandla ethi 💔💔💔 ngavele ngashaqeka i video Ikhona kwi WhatsApp channel yethu nay link https://whatsapp.com/channel/0029VbBC5qr05MUmn5AVJo3J

Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

Sekuboshwe u driver we truck obeshayela ephuzile ku N3, Peter Brown. Lapho i truck abeyishayela ithwele into eyingozi.Un...
06/10/2025

Sekuboshwe u driver we truck obeshayela ephuzile ku N3, Peter Brown. Lapho i truck abeyishayela ithwele into eyingozi.

Ungakhohlwa ukuFollower leli Page Umlazi 24/7News

Address

Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umlazi 24/7News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share