GZakes Mazaka

GZakes Mazaka Please subscribe to this YouTube channel

https://www.youtube.com/ Musician | Producer

24/09/2026

Intombazane Ekucela imali✋️😭

Mm.. syabonga cc🙏🤐🫡

GZakes Mazaka

UMSINDO UMzukulu evuma amandla Akhe ngengoma isesheli omunye ubuze ukuthi kazi ubani osefundise ukukhuluma.. UMzukulu ub...
21/09/2026

UMSINDO UMzukulu evuma amandla Akhe ngengoma isesheli omunye ubuze ukuthi kazi ubani osefundise ukukhuluma.. UMzukulu ubebhale kanje :

"Into eng’chaza ngseSheli sihamba ngepace yaso
Ukuthi yiyiphi ingoma efikile nehleli kunumber 1 asingene siphike ngento yodwa nje asinantanga 🙌🏽🙌🏽🙌🏽🔥🔥 roud to 4 million

Ingabe Kuyicala yini Ukuzivuma Ngamandla Akho🤔?

21/09/2026

Awb Ogogo bethu kodwa 😅🙌

UBaba nendodakazi noma bahlobene 🤔  khweqe
19/09/2026

UBaba nendodakazi noma bahlobene 🤔

khweqe

"Hamba Uyokwenzela ingane Amaladi kuze ingqondo izoba nokuthula"Haibo woniwa yini kangaka umoya kaNtombenhle,wadinwa kan...
18/09/2026

"Hamba Uyokwenzela ingane Amaladi kuze ingqondo izoba nokuthula"

Haibo woniwa yini kangaka umoya kaNtombenhle,wadinwa kangaka😭😭🤦‍♂️

AKASEKHO Emhlabeni uOwen Ndlovu !!Utholwe esèshonile lowo owabe engumsakazi wezemidlalo eSABC uOwen Ndlovu. UNdlovu uthu...
16/09/2026

AKASEKHO Emhlabeni uOwen Ndlovu !!

Utholwe esèshonile lowo owabe engumsakazi wezemidlalo eSABC uOwen Ndlovu. UNdlovu uthunjwe abalisa abathathu eKatlehong ngesikhathi kudunwa imoto yakhe esendleleni yokulanda umkakhe esontweni izolo ebsuku. Isidûmbū sakhe sitholwe izakhamuzi eThokoza, kanti sikhombisa ukuthi udútshuliwe amahlandla ambalwa.

Mthandeni SK Ubhuti Wama hitsUbhuti Wama Millions views Ubhuti Wama temuUbhuti WengezoWena ungambiza ngani.
14/09/2026

Mthandeni SK

Ubhuti Wama hits
Ubhuti Wama Millions views
Ubhuti Wama temu
Ubhuti Wengezo

Wena ungambiza ngani.

KUHLUKENE IMIBONO uSamkelo efaka isthombe ekhihla EskaNandi:Kudide Abaningi uShezi wodumo lomjolo kamasgcozi noMbali ebo...
13/09/2026

KUHLUKENE IMIBONO uSamkelo efaka isthombe ekhihla EskaNandi:

Kudide Abaningi uShezi wodumo lomjolo kamasgcozi noMbali ebonakala ekhala ,abanye abakholwa abanye bebekhombisa ukumeseka ubhale kanje:

"Ziningi kakhulu izinqumo engicabanga ukuzithatha ngiyazama ngayo yonke indlela ukuthi ngibestrong kuyanqaba i depression is real buza mina😢 akukho mnandi ukulimala kanje futhi akufanele muntu akekho umuntu ekfanele azizwe kanje kodwa ngistrong ill survive"

"Niyangicika koda ngoba nginemali it’s fine" Naledi Iyaphi lenkulumo 💁‍♂️?
13/09/2026

"Niyangicika koda ngoba nginemali it’s fine" Naledi

Iyaphi lenkulumo 💁‍♂️?

13/09/2026

So Manje Muqashelwe Lomsebenzi Wokudayisa iymoto Kyaphoqa Ukuthi Wenze Ama Video Udanse🤔?

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when GZakes Mazaka posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to GZakes Mazaka:

Shortcuts

Share