Open Secret Communication

Open Secret Communication Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Open Secret Communication, Ethekwini.

02/12/2025

Um'kakho Umithi Ingane Yami

Dear Admn Igama Lami Bongani Sibiya Ekhaya Kuse'Mzinto emalangeni Kukhona Usis Engithandane naye ngingazi ukuthi ushadile sihlangane Durban sisebenza Wits spur.

Igama losis UThobile Mnguni owasemtubatuba siqale ukujola ngingazi ukuthi ushadile ngokuhamba kwesikhathi ngathola but saqhubeka nento yethi yokudlana nje inkinga iqale ezengitshela ukuthi ukhulelwe Kodwa ingane uzoyinika umyeni wakho.

Ngamtshela ukuthi akusoze Ingane Yami ukuthi ingakhuliswa omunye umuntu yena engamenza umyeni wakhe isilimi Kodwa mina soze ngenza omunye Umfana isilima sokuthi akhulise ingane Yami

Ngiyacela Kubafo Sizwe Zulu Osebenza Empangeni kwabidvest ukuthi amgalokothi avumele ukodla leyongane ezofika NoThobile Eyami naye USizwe Owasemtuba and uyena Owatholela umkakhe Umsebenzi Lana ngoba ethi ufuna bezame ukwakha ikhaya lakhe.

Bafo Yinja Umkakho ukhuluma Kabi ngawe uthi ngisho embhedeni awamenelisi lapho akajoli nami ngedwa ngezwa kuthi khona omunye Futhi Umfana akalala naye khona Lana Umsebenzi Ngiyacela mfwethu ungathathi ngamawala Yinja nje Umkakho ungalokothi ufune ukumenza okubi

Bafwethu lusani abafazi Benu ningabavumeli behlale bodwa emiqashweni

Ngiyabonga

21/11/2025

NGIXHASHAZWA UMQASHI WAMI EMSEBENZINI NGOBA NGANGENA NGOKULALA NAYE

Admn Ngicela Usizo Oluphuthumayo Ngixhashazwa Umphathi wami emsebenzin ngoba ngangena ngokulala naye. Indaba yam ikanjena ngikhulele emzini ohluphekayo Kakhulu izinto ekhaya azihambi Kahle ngalendlela yokuthi sikhuliswa impesheni kaGogo KunoSis nje wasendawen owabuya emakhaya usebenzela eThekwini wangitshela ukuthi uyasibona isimo sasekhaya and imisebenzi ayikho wathi kodwa Umphathi wakhe angangiqasha Inkinga uqale ulale nawe uthi naye walala naye ungitshela ngoba uyabona usizi engibhekane nalo.

Vele nginengane ngabona kuyinto elula ukuthi ngalala nalowomphathi ukuze ngizosh*tsha isimo salayikhaya ngempela wathi ezohamba losis ngabuyela naye emuva wangazisa kumphathi wakhe uyindiya nangempela wahlela usuku lokuthi ngimvakashele hotel etown ayi ngilungise Ntambama ngiye khona afike enze yonke into ayenzayo bese ethi ngakusasa ngize ukuzolanda Uniform

Ngaqala ukusebenza nangempela kwanconyana into enzima Uma ekhumbule ucansi akanqeni ukusibiza sobabili nalosis engafika ngaye ethi asenze ucansi Sonke losis uhlale ethi asibekezele ngoba ayikho indawo esingaphuma lana siye khona and nam Uma ngibuka impilo engisuka kuyona ngiyasaba ukubuyela kuyona ekhaya bese siphila ngokuhamba Sicela komakhelwena indlela ebukunzima ngakhona manje sengiyakwazi Ukulekelela ugogo emalin

Inkinga iqale last month wangitshela siphuma emsebenzini ukuthi ucela ukuba Nam njengejwayelo ngavuma ngathi Uma ngifika Lana ehotel akakulona ngabafica bebawu 4 bephuza khona phakathi into ebuhlungu kunayo yonke bonke bangilala ubusuku bonke wathi angiye kophumula ekuseni ngingangeni emsebenzini ngizobhala imali

Mina ngiyakholwa kwakhona ukuthi bengilala naye bekunzima kodwa manje Mase engihlala nabangan bakhe kuyinto engabekezeleki sengizibona nginukibezwa ngihlale ngikhala imini nobusuku ingekho into engayenza ngoba ekhaya babheke mina last week usibizile besibawu 3 amantombazane asebenza khona safika endlin bebawu 11 bathe benze isex part into ababezenzela Yona kithina inzima Kakhulu nalosis engihlala naye Kade ekhala phambi kwami ethi ukube bayazi ekhaya ubunzima esidlula kubona ukuze belale bedlipe

Ngiyacela nisisize nginesiqiniseko Uma kungayiwa kuleli hotel esihlale silisebenzisa Etown engatholakala amafootage Ayo yonke into eyenzeka khona

Ngiyasaba nokuphumela obala ngoba anginabani ongangilwela ekhaya ngiyazi ngingagcina ngisenkingeni kepha ngicela noma iluphi Usizo ngisho emqondweni wami angisekho Kahle ngiyabonga
__________________________

Jehova Kwanzima Ngane Zakwethu Nansi Indaba ongaba Nosis ngicela Eze ku-Inbox waleli page

21/11/2025

Big shout out to my newest top fans! Minicooper Shortbase Mthiyane

NGATSHOTSHA IZINTO ZAKAMAKHELWANE WANGENZA NJE NGICELA USIZOSawubona Admn nethimba lakho ngicela Usizo Bandla ngalingeka...
15/11/2025

NGATSHOTSHA IZINTO ZAKAMAKHELWANE WANGENZA NJE NGICELA USIZO

Sawubona Admn nethimba lakho ngicela Usizo Bandla ngalingeka ngangena endlin kamakhelwane ngathatha ITV ilaptop engayifica Kanye nezimpahla zokugqoka Kanti ngizoba nebhadi ekhaya babengiphikela wathi uzithathile uzobonakala ngempela ngaqalwa ilokhu kugula kumanje ngibola umzimba wonke ekhaya sebezamile ukukhuluma naye kodwa ithi omama bamthuka ngenkathi ezofuna izinto zakhe kimina bathi uyangisukela Basho yonke into ngakho imile ekutheni naye ayikho into azoyenza

Manje ngisenkingen ngiyacela Bandla kongaba Nolwazi ngingasizakalaphi akukho lapha singayanga khona ekhaya sebeze bazama uR10 000 womuntu ongasisiza ngisenkingen enkulu Admn kumanje lapha endlin akungeni muntu endlela ekunuka ngakhona ngiyacela Bandla Ningisiza

ODINGA USIZO PLEASE LIKE AND FOLLOW OUR PAGE

15/11/2025
15/11/2025

Ngihlukunyezwa umfana ngoba azi ngiyintandane

Bengisacel ungisizi Admin ngiyntombazan esanda kuqeda iskole ngina18 ngthandan nomFana ona26 .Sina5 years sithandan kwashintsha eseye eGoli esethole umsebenzi khona .Saxabana wathandana nentombazane yomxhosa Uma ebuya eGoli uyangishaya nginezibazi emathangen lokho ukwenza ngoba uyazi ukuthi anginabani ngawabikela amaphoyisa bambopha baphinde bamdedela manje ngisabela impilo Yami angazi kumele ngenze njan ngokuhlala ngiseXopo sengisaba nokuthi uzongibulala ngiyacela usizo

14/11/2025

Ngandlwengulwa Umyeni kaSis Umama Wathi Angingasho Ngoba Engafuni Usis ebhidlikelwe Umuzi wakhe

Mhleli nethimba lakho Nginenkinga lapha ngalalwa umyeni kaSis ngihlwelwe khona Wangena nje ekamerwen engangilele kulona walokhu engibamba ngagcina ngangamlwisa wenza yonke into ayeyifuna Uma ngibatshela ekhaya Umama wavele wathi imina ebengizifunela angilale ngakho ngingalokothi ngibhidlize Umuzi kaSis wami Kanti yena akaze ngimtshele

manje lento iyangidla Yebo ngangaseyona Intombi kodwa ngahlwelwa ngizitshela ukuthi ngizolala Kahle ngoba kusemzini kaSis yena wayengekho naye wayazi ukuthi ngizolala kwakhe manje angazi ngenze njan ngicela Ukuboniswa

14/11/2025

Admin nethimba lakho cela ungfihle

Ngingowesilisa oneminyaka engu 20 shuthi indaba yamie ikanje nginomama ngihlala naye akashadile . And nami wangithola nfaphandle engashadile so ngikhuliswe komalume. So uyena ovuse umuzi kagogo cz odadewabo sebeganile. Nd akekho owesilisa ozalwa nabo.. Umama uneminyaka ewu 36 . Indaba iqale lakhon ethola iboifland

So bathandanile ke ne boifland kangangokuba umuntu wakhe uze wasuka wazohlala khon ekhaya lengikhuliswe khon komalume and odadewabo ababanga nankinga nalokho sibathathu ekhaya imina omdala intombazane besekuba umfana wokugcina

So lento iqale lah min ngihamb after finishing my metric ngobheka matoho ..

Then bengithola ama calls enganeni zasekhaya ngo stepfather kuthi uyazihlukumeza and nomama uba ngase sayidini lakhe akamkhuzi and ngisamncane for imisebenzi esile.. So kuhambe kwahamb nami kwaphela ebengibambe khon ngabuyela ekhaya

Lrngifike ngazibonela khon ngawamie kuthi ukuhlukunyezwa isitepfather kunjn 😭 ngiyamhlonipha unah and usikhulise kanzima engakafiki lobaba and konke engikuzamayo ngizamela yena one day abe nempilo engcono 🥺so babuye bahlangane ngamie kuthiwe angisebenzi ngihlalele ukudla nje kphela 😭

And ngyazama kuzoshaya xmas nje bengisebenza engodweni ngenxa yokuthi ngifuna abantwana basekhaya balale bedlile kodwa nawo lomsebenzi uyacikiza kuzashaya khisimusi singenalutho 😭

Sacela ongangizama ngomsebenzi angisize umakuqala unyaka ngyabonga admin nethimba ngethuba 🙏

14/11/2025

Ucela Usizo Usisi wasempangeniAdmn ngicela Ungisize kakhulu ungicelele Usizo Esizweni Sonke bengithandana Nomunye Ubhuti...
14/11/2025

Ucela Usizo Usisi wasempangeni

Admn ngicela Ungisize kakhulu ungicelele Usizo Esizweni Sonke bengithandana Nomunye Ubhuti wokufika Inkinga iqale esehambile wathi kimina ush*tshwa umsebenzi kodwa emuva kokuhamba kwakhe ngasale ngaqalwa ilokhu kugula into enzima kakhulu sekuqala nangemuva ngoba ubona ngiyasaba ukuveza ngaphambili kodwa kunzima ngoba iNcevezi ayisabonakali nhlobo kugcwele lezinyama ezilengayo futhi zivuza ubomvu

Sengibahambile Odokotela kepha angisizakali ngiyacela kwabangaba Nolwazi ukuthi ngingasizwa yini Kwabafisa ukubona ungangixhumanisa NAMI kunzima kakhulu Ngiyabonga

Please Follow our Page for Ukusiza Abantu nokusizakala

13/11/2025

NGICABANGA UKUFAKELA UMUTHI INTOMBAZANE ELALE NOMYENI WAMI NGOBA IWUNGANI KIMINA

Admn ngifihle ngokuhlala ngisemlazi kwaV ngisebenza Ejecob ngicikwa umngani wami ulala nomyeni wami Uma ngingeke'msebenzin siqashe duze naye bejwayele ukuza endlin sizobuka ITV wagcina esefika ngingekho ezobuka ITV nomyeni wami

Manje ngizwa ngomakhelwane ukuthi akanqen ukuhlala usuku lonke endlin Uma ngingekho Kanti ngiyamazi ukuthi uyazithandela ucansi

Manje ngidinwa indlela akazenza umngani omkhulu ngayo kimina uhlale efuna ukwazi yonke into ngami nje ebuza nembuzo e'personal lomuntu ngisuka naye emakhaya ngiyalwazi usizi lakubo

Ngicela ningibonise ngenze njan ?

GYZ FOR MORE IZINDABA EZINJENGALEZI FOLLOW OUR PAGE NOMA NAWE UDINGA UKUBONISWA SITHINTE SISHICILELE INDABA YAKHO

Address

Ethekwini
3935

Telephone

+27783484462

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Open Secret Communication posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share