Kwa Mncube News

Kwa Mncube News Trending news

U-R. Kelly udalule ukuthi sekuphele cishe unyaka manje, akekho emndenini wakhe ngisho namadodakazi akhe oseke wazo mvaka...
23/03/2026

U-R. Kelly udalule ukuthi sekuphele cishe unyaka manje, akekho emndenini wakhe ngisho namadodakazi akhe oseke wazo mvakashela ejele

Uphinde waveza ukuthi akekho noyedwa kubangani bakhe okazombheka. Ngokusho kukaKelly, uthi ukhuluma ngabantu, okuhlanganisa nomngani wakhe omkhulu athi wake wamnikeza u-$1 million ukuze aqale ibhizinisi, kodwa akakaze amvakashele ngisho nokakodwa.

Lo mculi ukusho lokhu uhlengezela izinyembezi, ethi uthandazela ukuthi aqine uma egcina ephumile ejele angababambheli igqubu.

Uboshelwe ukuthi u nama anda Awu 7 eyindoda kuthiwa umthetho Uthi kumele abe mabili ama anda uma uyi jongo
13/02/2026

Uboshelwe ukuthi u nama anda Awu 7 eyindoda kuthiwa umthetho Uthi kumele abe mabili ama anda uma uyi jongo

Uboshiwe owesilisa odakiswe umphakathi okubalwa khona namakholwa abebuya esintweni nhesonto elidlule, lomlisa ukuthisa u...
10/02/2026

Uboshiwe owesilisa odakiswe umphakathi okubalwa khona namakholwa abebuya esintweni nhesonto elidlule, lomlisa ukuthisa ugcwalise ithangi ngotshwala

One day we'll call Forensic Services thinking Municipal workers have been k¡lled 🤞🏾
06/02/2026

One day we'll call Forensic Services thinking Municipal workers have been k¡lled 🤞🏾

Abanye basigxekile isenzo salensizwa eye kwi date ne slayqueen wasibuza ukuthi manje senzani for a living⁉️ siziphilisa ...
30/01/2026

Abanye basigxekile isenzo salensizwa eye kwi date ne slayqueen wasibuza ukuthi manje senzani for a living⁉️ siziphilisa ngani 🛑

Savele sangingiza wavele lomlisa wasukuma same time wakhipha Imali ka waiter wathi usuyokhokhela lokudla esesikudlile I'm sorry I don't date broke woman 💔 washaya wachitha umlisa ⛔

Owesifazane uzwakalise ubuhlungu 💔 ngobaba wengane yakhe ovele athengele lengane ayizalayo kphela inyufomu 💔 aziyeke lez...
18/01/2026

Owesifazane uzwakalise ubuhlungu 💔 ngobaba wengane yakhe ovele athengele lengane ayizalayo kphela inyufomu 💔 aziyeke lezi ezinye ingane ezimbili ezingazalwa uye 💔

Isikole sase Limpopo ekungaphasango ngisho umuntu oyedwa 0%
16/01/2026

Isikole sase Limpopo ekungaphasango ngisho umuntu oyedwa 0%

Let us Congratulations to Mr Zungufrom Nongoma "koMbuzi area" 🙌🙌Sengwayoh
14/01/2026

Let us Congratulations to Mr Zungu
from Nongoma "koMbuzi area" 🙌🙌Sengwayoh

Sisuse omkhulu umsindo isithombe sowesilisa obekhumbule ubaba wakhe wabesehamba eyokwenza ibrayi eduze nethuna lakhe.Aba...
08/01/2026

Sisuse omkhulu umsindo isithombe sowesilisa obekhumbule ubaba wakhe wabesehamba eyokwenza ibrayi eduze nethuna lakhe.

Abanye bathi Unephutha abanye bathi wenze kahle, uthini owakho umubono?

Address

Kerk Street
Ethekwini

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Kwa Mncube News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share