EzaseSankontshe

EzaseSankontshe Uma ufisa ukudlulisa umgosi ungasibhalela ku inbox sizokubhalela udaba bese siyakufihla wena

Nanku umbuzo angeke ngiwuphendule ngedwa kodwa ngfuna ninglekelele siwuphendule sonke.Ungaphendula ngo inbox mase siyamd...
06/06/2025

Nanku umbuzo angeke ngiwuphendule ngedwa kodwa ngfuna ninglekelele siwuphendule sonke.

Ungaphendula ngo inbox mase siyamdlulisela impendulo noma une u anonymous.

Syabona njalo ne account uyibhale as u NGIYANAZI NONKE asaz noma ulinga ukusesabisa yin ngaloko kodwake

Asphenduleni umbuzo njengamanje.

05/06/2025

Lento izodala ubutha, uqhekeko nempi yangaphakathi endaweni sakhile.

Kodwa ayikho enye indlela okubuhlungu abazali bethu bayazana, bayahambelana, basonta bonke futhi badlala izitokofela zonke.

Kodwa bese kudingeka umuntu Abe umzali ayeke ukuba selfish nokuzibuka yena. Kodwa asicabange lemiphefumulo engenacala.

Futh amagama alabafana awawagqibi alaba abanye amafayela siyawathola ku Inbox ingasuka noma inini ningabashayi niwumphakath bayekeni kanjalo abanye izihlobo zabo seziyasi follower already nabangani babo.

05/06/2025

Umfana onjani ongadubula umkhulu Dlamini ?

U DLALA SHANA yin lengaka ayengaze abulawele yona... ay bafana ngeke senigcwaneke kakhulu manje.

Nalento yalaba fana bangaka Mgenge abahlala ko Mjomba izophela kabuhlungu.

Abahlala ka Thushi izophela kabuhlungu

Ukubanjwa kwebhasi yaka Rainbow ize idutshulwe kuzophela kabuhlungu.

Leyabafana bangaka lugaju ke Kuya ka Mahheshe ile ezokwenza isibonelo.

Nalo wemoto waka Ngubane ngaka Mahheshe siyaz ngaye njalo.

05/06/2025

Eminyakeni edlule sabona izinsizwa ezisake zama zivikela i Sankontshe zimiswe kabi o Mdladla sabona ubhut wase Maqongqo / Damini u Harris beno Nih Shabalala bembethe amatshali kungath abesuthu emini ka bha bezovikela indawo yethu. Ngaphansi kwalawomatshali kwakukhona izinsiza kuvikela ezi serious. namuhla iskhath sethu angeke sithule osukelwayo shuthi sorry kuyena.

12/12/2022

Sekuqubuke omkhulu umsindo ngendaba yo Khaba Door umphakathi uloke ushaya inguyazana isinyenyela ubuzana ukuth aybo naku sidlala ingane encane ivulela kwasani ngesibhamu e Sankontshe amahloni kumadoda endawo omama beloke bebabaze njalo ukuth "ay awekho amadoda la esankontshe nabafana bakhona o nwabu nje, bayisabani lengane naloluquqaba lase Maqongqo kungabe ibanjwa isathenje chwi ebhasini yaka Meveni".

Uma ufisa ukudlulisa umgosi ungasibhalela ku inbox sizokubhalela udaba bese siyakufihla wena

Address

Sankontshe Community Hall, M430 Sankontshe Main Road
Hammarsdale
3699

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when EzaseSankontshe posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share