Isolokhozi News

Isolokhozi News Isolokhozi News is the sister online news paper of Ezivuthayo Emaputaland. we give you exclusive news
(1)

Happy birthday kuMama wesizwe saMabhinca uMawerewere Isolokhozi News likufisela usuku oluhle.
10/08/2025

Happy birthday kuMama wesizwe saMabhinca uMawerewere Isolokhozi News likufisela usuku oluhle.

Amaphoyisa asebeke imali engango 150 000 wamarandi. Uzonkikwa  umuntu ozowatshela ukuthi ukucashephi uJabulani Moyo ongo...
10/08/2025

Amaphoyisa asebeke imali engango 150 000 wamarandi. Uzonkikwa umuntu ozowatshela ukuthi ukucashephi uJabulani Moyo ongowokudabuka eZimbabwe. UJabulani wabulala amaphoyisa amabili maqede wacela empunzini ngemoto yawo amaphoyisa kumanje ugcwele amathafa.

Isikhuni sibuya nomkhwezeli Sekuvele amanyundululu kalo ongungqongqoshe wezemidlalo kanye namaCiko uGayton McKenzie. Sek...
09/08/2025

Isikhuni sibuya nomkhwezeli

Sekuvele amanyundululu kalo ongungqongqoshe wezemidlalo kanye namaCiko uGayton McKenzie. Sekuvundululwe ama tweet ka Mackenzie amadala lapho abhala khona amazwi anokucwasa abantu abansundu.

U Mackenzie wabhala kutwitter yakhe ukuthi akubona bonke abantu bebala elimhlophe abanobandlul. Le tweet wayibhala ngonyaka ka 2011 ngezi 18 zikaAugust.

Waphinde wabhala enye itweet ngo 2019 ngoSptember wezi 28. Lapho athi khona ngelinye ilanga abantu abamnyama bazozibona ukuthi abazo izinto ezibiza bona kanti futhi basazoqhubeka bengenalutho olubiza bona, kufanele babezibukeli zomnotho eNingizimu Afrika.

Zolo lokhu uGayton McKenzie ubekhala ezikangwenya ethi ufuna ukuthathela ipodcast i-Open chat izinyathelo zomthetho ngenxa yamazwi anobandlululo. Uze wabanyundela Kwa MultiChoice ukuthi bengabe besayivuselela inkontileka ye open chat.

Usekhonjwe indlela owayenguNobhala weMkumkhonto weSizwe Party usukhombe uFloyd Shivambu indlela, amabhantshi agcwele umo...
08/08/2025

Usekhonjwe indlela owayenguNobhala weMk

umkhonto weSizwe Party usukhombe uFloyd Shivambu indlela, amabhantshi agcwele umoya. uShivambu wasendelwa incwadi yokunqamula ubulungu bakhe ngenyanga edlule. Kodwa uze waxoshwa namhlanje isithangamini sabezindaba.

Adayiswe wonke amathikithi omdlalo ophakathi kwe qembu lase Seweto i-Kaizer Chiefs Kanye neqembu lase Kapa i-Stellenbouc...
08/08/2025

Adayiswe wonke amathikithi omdlalo ophakathi kwe qembu lase Seweto i-Kaizer Chiefs Kanye neqembu lase Kapa i-Stellenbouch FC.

UNombuso Mkhize obeyisekela likaNobhala kuMkhonto wesizwe party useshiyile wajoyina iqembu lika Floyd Shivambu iMayibuye...
08/08/2025

UNombuso Mkhize obeyisekela likaNobhala kuMkhonto wesizwe party useshiyile wajoyina iqembu lika Floyd Shivambu iMayibuye consultantation process.

Amafoundations okubalwa kuwo i-Thabo Mbeki, Steve Biko, Albert Luthuli, FW De Klerk, Oliver Tambo, Desmond kanye neLeah ...
08/08/2025

Amafoundations okubalwa kuwo i-Thabo Mbeki, Steve Biko, Albert Luthuli, FW De Klerk, Oliver Tambo, Desmond kanye neLeah Tutu foundation asememezele ukuhoxa kwi National Dialogue ezodla imali engango 700 million wamarandi.

Zisaqhubeka izingxoxo phakathi kweNingizimu Africa neUSAOkhulumela umongameli wezwe uCyril Ramaphosa uVincent Magwenya u...
07/08/2025

Zisaqhubeka izingxoxo phakathi kweNingizimu Africa neUSA

Okhulumela umongameli wezwe uCyril Ramaphosa uVincent Magwenya useveze ukuthi UMongameli ubenenkulumo ocingweni nomongameli waseMelika uDonald Trump bebhunga udaba lwentela. Kuzokhumbuleka ukuthi UMongameli waseMelika wafaka intela engamaphenti angu 30 y
Kwimpaha esuka kuleli iya eMelika. UTrump wenza lokhu ngoba ethi elakuleli libulala abebala elimhlophe kanti futhi nama policies ayabheda.

Kubashubele abakhulume kabi ngesizwe samakhaladi.uGayton McKenzie uzwakalise ukungenami kwakhe mayelana ne podcast i-Ope...
07/08/2025

Kubashubele abakhulume kabi ngesizwe samakhaladi.

uGayton McKenzie uzwakalise ukungenami kwakhe mayelana ne podcast i-Open chat evezwa kumabonakude kuMultichoice. Abasakazi be open chat bazwakale bekhuluma bethi amakhaladi alalana wodwa ebe ezalana noma ezihlobo futhi ayahlanya. UMackenzie uthe uzoyithathela izinyathelo zomthetho ipodcast. Uthe bazolwa nokucwaswa kwabantu noma ngabe owaluphi uhlanga. UMckenzie ufonele abakwa Multichoice mayelana naloludabo nabathe nabo ibacikile lento, abahambisani nhlobo nayo. Abakwa MultiChoice baphinde bathi ngeke besayivuselela inkontileka abebenayo nabo.

uNobhala jikelele weANC uFikile Mbalula uthi alikho ilunga leANC elizocula ingoma ethi "kill the Boer, kill the farmer"
06/08/2025

uNobhala jikelele weANC uFikile Mbalula uthi alikho ilunga leANC elizocula ingoma ethi "kill the Boer, kill the farmer"

i-Orlando Pirates yamukela abaxhasi abasha i-Amstel Lager.
06/08/2025

i-Orlando Pirates yamukela abaxhasi abasha i-Amstel Lager.

I-Durban City yamukela uThabo Nodada obedlala kuCape town City.
06/08/2025

I-Durban City yamukela uThabo Nodada obedlala kuCape town City.

Address

Roodepoort

Telephone

+27636293213

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Isolokhozi News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Isolokhozi News:

Share