06/01/2024
Wemajongo , maseninyuka nibuyela emsebenzin ake ninganyuki nabafowenu or abafowethu Kant nizofike nibajikele le ko Goli nako Thekwini , Especially mawzazi uhlala nentombi ,noma Ivakasha njalo Intombi! Umfwenu athi esakhululekile emqashweni wakho kukuhle abone ngawe awusamkhulumisi , You're hiding ukudla okuthile ama mayonnaise,Ubala ama slices esinkwa kodwa usuke naye ekhaya umazi uyazidlela ubafo ,Uyamkuluza manje mayedla ,usuhlezi ulinde enze iphutha elincane maqede umdilike ,Umenze azizwe engekho comfortable, Everytime he's walking on eggs endlini yakho manje isfebe sakho sesiku Feed(e)ushevu Sathi “ubhuti wakho ungbuka sakunghalela futh umosha ukudla layndlin” sithi ulinuku BLA, BLA ,BLA nawe ke usujikela umfwenu noma umngan wakho weminyaka ngenxa yentombi esifuna ukukuqhatha nabafowenu.it takes time uku healer kukeyonto bafwethu akumnand ukujikelwa umuntu wakini ekuhamben..💔
Cpd: Nhlaka Mzu..