Ikhaya lakwantu

Ikhaya lakwantu Spiritual being love learning and teaching about spiritually
(2)

25/09/2025

namuhla ngiyahlola uma udinga uzosho ebese ukhanyisa ngonakho 0684478662

24/09/2025

sikhuleka kini mathongo amadala sithi makudede ubumnyama kuvele ukukhanya phakamani mathonga amahle.....

23/09/2025

niyaphila zihlobo

Nibomthenga nalo ave uvula okuvaliwe
19/09/2025

Nibomthenga nalo ave uvula okuvaliwe

17/09/2025

Sanibona ewu ngaze ngayiphupha into...Nina niphupheni zihlobo

14/09/2025

Nibe no Sunday omuhle zithandwa zezulu

11/09/2025

Sanibona uthi bewazi ukuthi mawuphuphe bekugwaza kodwa linga phumi igazi lokho kusho ukuthi uqinile.uthi bewazi ukuthi mawuphuphe utoiletha usuke ukhipha ukufa okusemzimbeni, uthi bewazi ukuthi mawuphupha uphalaza idlozi lisuke liku khipha idliso, uthi bewazi ukuthi mawu phupha ulwa nabantu abaningi usuke uqiniswa amakhehla wakini.uthi bewazi ukuthi ukuphupha ukhuleka kusho ukuthi abakini bayaku bonisa ukuthi izimpi zakho uyozinqoba ngomkhuleko, yebo liyasho ukuthi unesithunywa kodwa bayasho phela ukuthi amandla wakho asemkhulekweni bese ke wena masewu bhekene nezimpi uyakhohlwa ngale phupho loku thandaza bese ugijime yonke lendawo ufuna usizo kanti amandla uwaphiwe kodwa awuboni ngoba awunaki amaphupho wakho ukhale uthi idlozi likulahlile kanti liyakhuluma kodwa awuzwa ngoba ungabaza amandla ophiwe wona uthemba amandla wenye inyanga noma umthandazi ukwendlula ophiwe idlozi lakho. Awu nkosi ake sifunde ukwethemba amadlozi wethu.

10/09/2025

Uma ubona ungasaphuphi noma uphupha kodwa ungasakhumbuli amaphupho wakho ubowazi ukuthi kukhona inkinga kungaba umsamo oncolile kube ukuthi bayakuvala ukuze ungababoneli mabakwenza okubi noma kukhona umuntu ozama ukuku thwebula

09/09/2025

Imibuzo amaphupho Kanye nokuhlola Bhala la odinga usizo ngakho

07/09/2025

Kwabangi bhalele ama message angikwazi ukuwafunda angazi nami kwenzakalani

03/09/2025

Sanibona kulaba abangibhalele ku inbox ngizoniphendula ngisematasa nomsebenzi

01/09/2025

Sanibona mawune phupho noma umbuzo ungabhala

Address

Johannesburg

Telephone

+27716543054

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ikhaya lakwantu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share