Kwadukuza News

Kwadukuza News ✨️Kwadukuza News ✨️
Ngizimele Futhi Angithathi Hlangothi

for Advert's there's a fee You pay inbox for lokho

24/09/2026

Some Howe

✨️Kwadukuza News ✨️ Ungathandana nentombazame eyi Ex ye owner Lamatekisi ? Ngethembe usuphendulekile we lokhuzah 😏
23/09/2026

✨️Kwadukuza News ✨️

Ungathandana nentombazame eyi Ex ye owner Lamatekisi ?
Ngethembe usuphendulekile we lokhuzah 😏

Aiy cha nibaningi impela kuleli page  la Kwadukuza NewsIn 4 days I post eyodwa ishaya ngo 1.2 Million  views 🫡 aiy isman...
23/09/2026

Aiy cha nibaningi impela kuleli page la Kwadukuza News

In 4 days I post eyodwa ishaya ngo 1.2 Million views 🫡 aiy ismanga lesi i Hit song ngempela

Nosqamu sodidla akaliboni elidlalayo😅😅😅

✨️Kwadukuza News ✨️ Kuyikho ukuthi umuthi womkhuhlane uphendulwe isphuzo  esdakwayo ? Ukuthi lokhu kuvamise ukwenziwa iz...
23/09/2026

✨️Kwadukuza News ✨️

Kuyikho ukuthi umuthi womkhuhlane uphendulwe isphuzo esdakwayo ?

Ukuthi lokhu kuvamise ukwenziwa izingane ngisho ezikoleni nekwenza othisha begcine bengaqondi ukuth ngabe u drinki noma ilesphuzo esdakwayo uzibone sezidiyazela emasangweni eskole

✨️Kwadukuza News ✨️ INGOSI YEZINCOMO KWABENZA KAHLE 🫡aiy kodwa ngathi losisi osbhalele kulo inbox wethu bese bona isoka ...
23/09/2026

✨️Kwadukuza News ✨️

INGOSI YEZINCOMO KWABENZA KAHLE 🫡

aiy kodwa ngathi losisi osbhalele kulo inbox wethu bese bona isoka 😅 kodwake asimfakele 👇

From inbox

Admin please post this guy usebenza eStudio 88 eBallito. He's service is very good shame bengiqala ngqa ukuxoxa kanjeyana nomunt odayisa estolo hhaybo and he's also funny 💯💯 cha ave e right u guy sengifisa ukwazi uhlalaphi

✨️Kwadukuza News ✨️ INGOSI YEZINCOMO KWABENZAKAHLE🫡loweslisa oshayela amakhumbi, Kuthiwa ushayela kahle uyabahlonipha ab...
23/09/2026

✨️Kwadukuza News ✨️

INGOSI YEZINCOMO KWABENZAKAHLE🫡

loweslisa oshayela amakhumbi, Kuthiwa ushayela kahle uyabahlonipha abagibeli, Akabathuki ubaphatha kahle-eStanger Kwadukuza

Abagibeli abasebenzisa izithuthi zomphakathi ikakhulukazi amakhumbi alapha ku-Association wakwa-Dukuza usushayele kakhulu ihlombe insizwa edriver amakhumbi uZakhele uNtuli nabathi ungudriver ohloniphayo, Omunye obhalile uthi Mageba lendoda ngihambe nayo ngomhla ka-13.09 kuwo lonyaka beya eThekwini, Uthi yena wayezidakelwe ethe ukubukha kancane kodwa wakwazi ukumbekezelela noma esemhlupha endleleni efuna ukuchama, kodwa akaze amthethise kunalokho wambekezelela nje waze wayombeka ku-Victoria kwakuhle nje impela emuhambisa ngoba ebona ukuthi uzobanjwa inkunzi amaphara.

Umphakathi usunxuse abagibeli ukuba bahloniphe lomshayeli ngoba phela umuntu naye uzocasuka ngelinye ilanga, Bahloniphe neqhaza lakhe nje aselidlalile kulemboni yamatekisi, Ngoba akafani nabanye esibaziyo abadelelayo abangabahloniphi abagibeli bakhona nabo la bayafunda kwimanje imoto zabo zifile bakhanda njalo,Kuningi impela okufile.

Asimuphe u1k bagibeli uMfoka-Mphemba.

✨️Kwadukuza News ✨️ Kubikwa ukuba ivele yawuchitha phakathi kwama robot asemhlali iloli omunye womthwalo wama blocks  ma...
22/09/2026

✨️Kwadukuza News ✨️

Kubikwa ukuba ivele yawuchitha phakathi kwama robot asemhlali iloli omunye womthwalo wama blocks maqede wangazihlupha nokuwuqoqa

Niyanxusa abahambela lomgwaqo ukuba baqaphe uma uhamba ngo R102

✨️Kwadukuza News ✨️  Bazwe ngandlebenye abangaphandle kanye nalama post ebezungeza  ezinkundleni  zokuxhumana ukuthi kuz...
22/09/2026

✨️Kwadukuza News ✨️

Bazwe ngandlebenye abangaphandle kanye nalama post ebezungeza ezinkundleni zokuxhumana ukuthi kuza uphakela bavele bavala ngisho I mall yethu yakwa boxer 😅

Ngisasho namanje uma nizokwenza into enjena musani ukumemezela atleast bambani umhlangano oyimfihlo namabutho niqhamuke senivela

Aiy le yokubaxwayisa ukuthi niyeza

✨️Kwadukuza News ✨️ Ezanamuhla Uphakelumthakathi kanye namabutho  babambe i March edolobheni laKwadukuza Numuhla.Le marc...
22/09/2026

✨️Kwadukuza News ✨️

Ezanamuhla

Uphakelumthakathi kanye namabutho babambe i March edolobheni laKwadukuza Numuhla.

Le march eqale kwi rank yaKwaMaphumulo kuthiwa ihlose ukuzo clean I Stanger njengoba namanje ama business abangaphandle abangenawo amaphepha okuba kuleli basawavulile .

Basazogijima iKwadukuza yonke bese beyoma laphayana etsheni lika Shaka Zulu eliphakathi nedolobha .

Le march futhi izoqhakambisa usiko lwakwazulu njengoba kuzoba nomgubho ka Shaka maduzane nje

22/09/2026

✨️Kwadukuza News ✨️

From inbox

Sawbona Bhut , bengzobika iskhalazo esinaso thina bantu abahlala eThembeni Near palmland b&b for the past 3 days besinenkinga ka gesi uhamba 2 times ngo suku sometimes 3 and isizathu sokukhala kwam ukuth asinikwa I warning yokuth ugesi uzohamba and some of our appliances ayafa ngenxa ya lokho bengcela Bhut usi size ngalolu Daba Ngyabonga 🙏🏾

Address

Stanger
4450

Telephone

+27793967219

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Kwadukuza News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Kwadukuza News:

Shortcuts

Share