19/02/2026
Kudlule emhlabeni umfana oneminyaka engu 10
UNeo umfundi webanga 5 eReagile primary School ushone ngemuva kokushawa yipali eliyinsimbi ekhanda ngesikhathi bedlala ibhola
Ukushona kwakhe kushiye abafundi, othisha kanye nomphakathi bethukile futhi bedabukile kakhulu.
Kwangathi umphefumulo wakhe ungaphumula ngokuthula okuphakade.