Maka Enzo Inunengafi

Maka Enzo Inunengafi NginguMaka Enzo ngimele bonke OMAMA bezingane ababizwa ngezinunu ezingafi

19/05/2026

Mnaks ake uthathe isbuko, uklanule uzibukisise kahle, WENA UNGAYIKHOTHA LENTO ESIKHOTHISA ABAFANA?

10/05/2026

Mawakhe mawuzazi angeke uthole lutho kule MOTHERS DAY khala kule post +isthombe sakho, okthandile uzokthulisa nge comment!

05/05/2026

Kwamina Ngibuye Ngizitshele Ukuthi Ngfake Pad Kanti Cha Isona Sodwa🙆‍♂️😭🔥.

02/05/2026
29/04/2026

ma 80s sazesafa izinza elimhlophe 🤷🤣

21/04/2026

Uban owasitshela ukuthi ingane mayikhuluma isingisi ihlakaniphile

20/04/2026

.....ebese kuba izizathu ezenza thina bo Baby Mama sinqabe nezingane ukuty ziyohlala naboBaba bazo.

1. Asimfuni uMamncane wezingane, ingoba ungcono kunami

2. Asimthembi uMamncane angadlisa izingane ushevu

3. Ngizophucwa ikhadi leqolo liholwe uMamncane bese kulimala budget yami

4. Lemali ondla ngayo ingane inyanga nenyanga isizovaleka ngakimi

5. Izodla iphile kahle noMama ongayizali

6. Ngisuke ngisamthanda uBaba wazo ingakho ngilwa ngengane.

7. Angeke ngisayithola baby mama allowance

8. Angeke ngisakwazi ukucela ngengane

OKUPHI OKUNYE OKWAZIYO?

16/04/2026

Bazalwane mangase siye ma tarven siyotshela izidakwa ukuthi Ujesu uyinkosi nomsindisi. ZININGI EZINGAPHENDUKA ZISINDISWE

Kubonakale indodana yomuntu, INKOSI JESU. ITHI ayizele amakholwa kuphela izele izoni ukuze ziphenduke zisindiswe UVUKILE...
13/04/2026

Kubonakale indodana yomuntu, INKOSI JESU. ITHI ayizele amakholwa kuphela izele izoni ukuze ziphenduke zisindiswe

UVUKILE KWABAFILEYO owafela izono zethu!
Amen

12/04/2026

Mangase amadoda onke akhethe uJesu asindiswe lingabuya izwe, bagane naboSisi

Address

22 Scabazini Road
Mapumulo
4470

Telephone

+27875632124

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Maka Enzo Inunengafi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Maka Enzo Inunengafi:

Share