INsika TV

INsika TV We're iNsika Online Tv partnership with iNsika Online Radio based at Mbazwana.

27/09/2024

Interview with Tshepo Zikhali on the 24 September 2024 at Mbazwana Arts Centre 🎥



26/09/2024

Insika FM broadcasting live at Mbazwana Arts Centre on the 24 September.

11/03/2024

BAVALE umgwaqo eMgungundlovu namuhla osonhlalakahle (Social Worker) bekhala ngokungabhekelelwa uhulumeni uma sekuqashwa. Labosonhlalakahle bakhala ngokuthi sekuphele iminyaka eminingi bahleli emakhaya kodwa umsebenzi wabo abawufundele iminyaka eminingi baze bagraduate kodwa lutho ukuqashwa kunalokho kuqashwa abantu bokufika.



Sekushayiseke inkomo ngase Cliffdale Station. Lenkomo ibizama ukuwela ujantshi westimela kanti kuzoqhamuka istimela esit...
23/04/2023

Sekushayiseke inkomo ngase Cliffdale Station. Lenkomo ibizama ukuwela ujantshi westimela kanti kuzoqhamuka istimela esithwala impahla sayithela phezu kwayo izama ukuwela.

17/04/2023

Sikleza Kogwansile noNonhlanhla Mafuleka emsakazweni iNsika FM from 09:00 to 12:00

23/03/2023

Namuhla emsakazweni iNsika Radio besikhuphukela entabeni no Archbishop NN Nsele webandla iApostolic Catholic Church in Zion eMahlakwe.

20/03/2023

Umbhikisho weEFF uyaqhubeka eTshwane njengamanje.

17/03/2023

iNsika TV kanye neNsika Radio sitholakala kwaMhlabuyalingana (eMbazwana) ema office eMPS Security ngaseringini.

Address

Mbazwana

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when INsika TV posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category