Bonakahle News

Bonakahle News Bonakahle Zonke Izindaba
H**e Hena! Kanti yini No!

01/09/2026
H**e he kanti yini noSibi isimo kowayengumqeqeshi weBafana Bafana, u-Ephraim “Shakes” Mashaba, okuvela ukuthi uxinwe yi-...
22/06/2026

H**e he kanti yini no

Sibi isimo kowayengumqeqeshi weBafana Bafana, u-Ephraim “Shakes” Mashaba, okuvela ukuthi uxinwe yi-TB neProstate Cancer futhi akasakwazi nokuzihambela.

Izingane zakhe ziveze ukuthi usehamba isibhedlela sikahulumeni ngenxa yokuthi akasenayo i-medical Aid. Zicele nosizo emphakathini ukuze uyise athole ukwelashwa okusezingeni eliphezulu.

H**e he kant yini noOwesifazane waseNingizimu Afrika ugwetshwe iminyaka engu-130 eSierra LeoneOwesifazane waseNingizimu ...
21/06/2026

H**e he kant yini no

Owesifazane waseNingizimu Afrika ugwetshwe iminyaka engu-130 eSierra Leone
Owesifazane waseNingizimu Afrika oneminyaka engu-37 ubudala, u-Asandra Denise, ugwetshwe iminyaka engu-130 ejele e-Sierra Leone ngemuva kokutholakala enecala lokutholakala nezidakamizwa.
UDenise, odabuka e-Eastern Cape, waboshwa esikhumulweni sezindiza i-Freetown International Airport ngemuva kokuthi iziphathimandla zithole amaphilisi angu-365 e-cocaine ephethe.
Inkantolo imgwebe lesi sigwebo eside ngokuhambisana nemithetho eqinile yaseSierra Leone emelene nezidakamizwa.

h**e hena kant yini no Usizi kutholakala umuntu wesilisa e Acaciavale ngenhla kwasesi Gedleni engasekho emhlabeni useze ...
19/05/2026

h**e hena kant yini no

Usizi kutholakala umuntu wesilisa e Acaciavale ngenhla kwasesi Gedleni engasekho emhlabeni useze wonakele akasabonakali ngisho ebusweni ufake isikhindi sika Jean nesikibha esiphuzu, usesigangeni ayikaziwa imbangela yokushona kwakhe

h**e hena kant yini noSekudideke abaningii Umndeni wowesilisa osanda kunyathelwa ngemoto ebamba imoto yemali uthi ubenen...
08/05/2026

h**e hena kant yini no

Sekudideke abaningii Umndeni wowesilisa osanda kunyathelwa ngemoto ebamba imoto yemali uthi ubenenkinga emqondweni. Umndeni woshone kabuhlungu unogada wemali wamnyathela ngemoto uthi kwenzeke lokhu lomuntu ubengekho esimeni, ingqondo yakhe ibinokuphazamiseka.

h**e hena kant yini no Owesfazane obemuka namanzi usizwe abafana ebebekade bezozidobela ofishi
05/05/2026

h**e hena kant yini no

Owesfazane obemuka namanzi usizwe abafana ebebekade bezozidobela ofishi

h**e hena kant yini no umculi ka Masikandi uKhuzani Mpungose usezihlomulele indodo kwi Metro awards izolo kusihlwa.
26/04/2026

h**e hena kant yini no

umculi ka Masikandi uKhuzani Mpungose usezihlomulele indodo kwi Metro awards izolo kusihlwa.

h**e hena kant yini no Niyakhumbula lenyanga ebeyinabafazi abaningi u James Mthembu...kulezinyanga ezedlule wenzela abaf...
23/04/2026

h**e hena kant yini no

Niyakhumbula lenyanga ebeyinabafazi abaningi u James Mthembu...kulezinyanga ezedlule wenzela abafazi bakhe umcimbi omncane Kanti kuzongena izigebengu zimbulale phambi kwabo...u Sifiso Malwane okuwuye owabulala inyanga lena naye usefile... kuthiwa bangene komunye umuzi endaweni yase Thengani eManguzi bethi bayothatha Imoto yakhona bayiwelise umngcele, wase ebashaya ngesibhamu ubaba wakulowomuzi kwashona yena u Sifiso abanye babaleka

Amaphoyisa abesemfune iminyaka u Sifiso bengamtholi...u Sifiso ubephinde afunelwe icala lokubulawa kuka Judah Mthethwa Lo owayengushlalo Wabantu abalwa nokuweliswa kwezimotoe

h**e hena kant yini no Sezimkhalele u Julius Mkhwanazi.Uboshelwe inkohlakalo, fraud and defeating the ends of justice. U...
18/04/2026

h**e hena kant yini no

Sezimkhalele u Julius Mkhwanazi.

Uboshelwe inkohlakalo, fraud and defeating the ends of justice. Uzovela e Boksburg Magistrate's Court ngo Monday.

h**e hena kant yini noYize u Mkhwanazi ezoqhubeka Abe u KZN commissioner, kodwa usenikwe nomunye umsebenzi wokuhola ithi...
18/04/2026

h**e hena kant yini no

Yize u Mkhwanazi ezoqhubeka Abe u KZN commissioner, kodwa usenikwe nomunye umsebenzi wokuhola ithimba elizophenya I Organised crime ezweni lonke

Address

Mseleni

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bonakahle News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share