17/06/2025
Muyogana usuke uyobheka konke okwendoda including ingane zayo ,yikho ibone isidingo sokuganwa ngoba ibifuna umuntu ozoba umama emndenini wayo ,ukuganwa kwendoda akufan nokwethu indoda inezizathu zokuganwa khathi owesifazane engenaso.
Indoda ifuna umfaz ozoba umfaz aphelele kuyo ,khathi owesifazane ongazazi ukuthi indoda imshadela ukuthi iyamthanda nje kuphela.
Uyakhethwa umfaz ozokwakhisa umuzi Kuwukuyakhisa ukubheka izingane zayo ,ngezayo ngeke kujike lokho ,ezakho azisoze zaba ezayo ,zinoyise wazo
Makukuhlula lokhu hlala kini
Mamohlalakwakhe