King K

King K Content Creator | Rapper | Sales Cadet

•Halfway Hyundai Salesman🚗(NPS)
Cela Imoto Yakho Uy’thenge Kimi🤲🏽😩🥳
0674896038 WhatsApp]

24/12/2025

Ngicela Ukunazisa Ukuthi Anginesabi Nonke La Emhlabeni Mangiphuzile😭🙌🏾So Mawuhlangana Nami Ngiphuzile Unganqeni Ukuk’cela Iqhude🤺Ngizonisakaza Mina🤺

Iy 25 Sezikude Kakhulu I Christmas🎉Iqala Ksasa E Mnambithi U Jabulisa Mchunu Uzikhalisa Khona Ksasa Asthembe Ama Tickets...
23/12/2025

Iy 25 Sezikude Kakhulu I Christmas🎉Iqala Ksasa E Mnambithi U Jabulisa Mchunu Uzikhalisa Khona Ksasa Asthembe Ama Tickets Seniwathengile Mawungakalithengi Asatholakala🔥Woza Uzobona O Saziwayo Bakho Kanye Nama Content Creators Akho Owathandayo Obvious Nami Ngizobe Ngikhona🤩Iy’nsizwa Ney’ntombi Azilungise Umswenko Mina Sengi Ayinile Already😌..Kumanje Ngibheke Emnambithi Ngihamba Ngey’nyawo Ilokhu Ngisuke Sunday La E Port Shepstone Ngidlula E Babanango Manje Nefoni Iyacima Bye Bye🤝😌Sohlangana Khona🔥

23/12/2025

Kahle Cc😭🙌🏾

22/12/2025

Kanti Ninjan Nje Nina😭

19/12/2025

Imoto Engathengwanga Kimi Iyipokloza😌

19/12/2025

Ngabe Kunzima😭

19/12/2025

Thula Ungasho😁

19/12/2025

Njengamnj Ngihleli Phansi Ukube Angihleli Ngabe Ngimile

Kukuphi Ekhaya Kini?

19/12/2025

Sengidlile Ukube Angidlile Ngabe Ngilambile

Lunjani Usuku Lwenu?

19/12/2025

Sengivukile Ukube Bengingakavuki Ngabe Ngisalele..

Ninjani?🫶🏽

17/12/2025

Ozolala Gcina Bafwethu Acishe I Light Ngyalala Mina Manje🤝

Ukhona Yena But Niyoze Nimbone Ngosuku Lo Dwende😌Udwende Oluyobe Lu Live Even Naku Spotify,Nesigcawu Sengisi Book(ile) L...
17/12/2025

Ukhona Yena But Niyoze Nimbone Ngosuku Lo Dwende😌Udwende Oluyobe Lu Live Even Naku Spotify,Nesigcawu Sengisi Book(ile) Lapha E Nqutu Plaza..Ngibonge Kakhulu Futhi Ku Wimpy,Pedros & Nandos Wase Nquthu Ngokungixhasa Ngokudla Kwamahhala Ngoba Bese Beyizwile Indaba Yoku Freez(wa) Kwama Accounts Ami FNB & Absa Ngesimo Sokutholakala No 7 Millions Kuma Accounts Ow2 Abangazi Ukuthi Ngiwuthathephi Kodwa Azovulwa Soon Coz Ngibachazelile Ukuthi Ngi Own I Spaza Esingenzela R380 Ngosuku..Iziphekisoke Angizidingi Nginemali Yami Mina Ethi Mina🙏🏾..Usuku Lo Dwende Ngizolethula Maseludlulile Udwende🙏🏾Ukuphumelela Kwenu Emcimbini Wami Ongaka Kuyobe Kukhombisa Okukhulu Ukuhala Lokhu Ngyabonga🤝

Address

Nqutu

Telephone

+27720651718

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when King K posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to King K:

Share