16/06/2026
Uma kungathiwa
Wonke umuntu omhlabeni uyanyamalala for 60 minutes
Ngaphandle kwakho.
Wonke umuntu uyanyamalala bese ebuyela endaweni abebezoba kuyo ngemva kwe hour
Akekho owaziyo. Akekho okhumbulayo. Akekho ozokukholwa uma ubatshela.
uwena wedwa owaziyo ukuthi kwenzekile.
Uthola I hour lonke uwedwa emhlabeni yin ongayenza?