Mpumuza News Production

Mpumuza News Production News Production

18/11/2025
Sataflika🙆‍♀️
09/11/2025

Sataflika🙆‍♀️

Inkosi yesizwe SakwaMpumuza uKhethokuhle Zondi kanye nomkhandlu wayo, iqhubekile nokwenza edume ngakho.Mpumuza Annual Pr...
15/10/2025

Inkosi yesizwe SakwaMpumuza uKhethokuhle Zondi kanye nomkhandlu wayo, iqhubekile nokwenza edume ngakho.

Mpumuza Annual Prayer ihambe kahle kakhulu, lomcimbi ubudle ngezinkulumo ezakhayo nezigqugquzelayo kuphinde kube nomkhuleko, I Sibiya Funeral Services iyo ebixhase lomcimbi owenzeka minyaka yonke.

Mpumuza News Production 📥

10/09/2025

Kulamule izicishamlilo indawo ehlala oMyFriend ku Pietermaritz ngaku West Street isha. Mukhulu umonakalo owenzeke laphaya.

🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨Ingozi embi ikhumbi ingene phakathi e Siyahlomula High School yalimala yaphela bekusahlonzwe abane abashonile k...
05/08/2025

🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨Ingozi embi ikhumbi ingene phakathi e Siyahlomula High School yalimala yaphela bekusahlonzwe abane abashonile kwathi abanye baphuthunyiswa esbhedlela

Umndeni wakwa Mbona eSweetwaters ucela ukufuniswa uNqobani Mbona osesithombeni. Siyacela niwuhlabe niwulawule nina beNdl...
31/07/2025

Umndeni wakwa Mbona eSweetwaters ucela ukufuniswa uNqobani Mbona osesithombeni. Siyacela niwuhlabe niwulawule nina beNdlovu uma kukhona umkhondo ovelayo

03/07/2025

Ake sibheke inkinga yase Sweetwaters ngogesi, Siyazi amakhansela awasiwona ama Technicians and awekho responsible ekucimeni ugesi. Kodwa siyacela uma kukhona ikhansela elingacacisela umphakathi ukuthi, le Load Reduction
1. izothatha iskhathi esingakanani
2. Mungakanani umonakalo olungiswayo if kulungiswa
3.Njengoba kwakunohlelo lokufaka ama meters amasha ukuze ugesi ukhokhelwe , sekuvimbephi
4. Ukungakhokhelwa kwagesi kungabe okwenza isimo sase Sweetwaters sibe nje (uswazi olutholwa ngenxa yokungakhokhi )
5. Amakhansela ayayithola report from uMaspala ngezinhlelo abaphezu kwazo ngawo ugesi
6. Kungenzeka isimo sibe worse kunalesi noma kuzolunga
7. Ikhona inhlese yezepolitiki kulento, noma inkinga nje kagesi ejwayelekile
8. Kungenzeka sibone amakhansela esondeza igenge kaMaspala kuma Ward abo bezochazela umphakathi ngalengwadla
9. iMayor yase Msunduzi inalo ulwazi ngalesimo, if yes, kungenzeka ukuthi siyibone iza kubantwana bayo okuwumphakathi wase Sweetwaters izocacisa ukuthi kwenzakalani
10. Kukhona umphakathi la ongabamba khona iqhaza ukuze umsebenzi ube lula kuMaspala or kanye nakubaholi abasibhekile kuma Ward ukuze isimo sibuyele kwesijwayelekile

Siyacela noma ubani ongaba nolwazi oluyiqiniso not inzwabethi ake achathazele umphakathi. Lesimo sizokwandisa ubugebengu, siphazamise ukufunda kuphazamiseke abahlali abazizamelayo ngama business amancane, konakala ukudla kusha ama appliances etc etc........

Feel free to tag someone ongaba nenkulumo eqondile engacacisela umphakathi, Siyigweme inkulumo elumelayo🙏

Uma engekho onolwazi, alikho elibi wukubuza nje egameni lomphakathi 👏

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Mlondi Sikhosana, Sbonelo Patrick, Sandile Tshezi, Angel ...
13/05/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Mlondi Sikhosana, Sbonelo Patrick, Sandile Tshezi, Angel Ndeiy Dlamini, Mafahleni Ayanda, Bulelwa Zondi Mzukulu KamaHlombe, Ntando K. Dladla, Thandeka Mbongwa, Nondumiso Mncwabe, Philisiwe Ndonilenhle Mnguni, Master Sphe Zuma, Gugu Magugwana Zondi, Zeethaerh Mlotshwa, S'bonelo Boet Ngwenya, Zasembo KamaMntungwa Mkhize, Nkanyezi Buhle, Philisiwe Zondi, Mfundo Zondi, Mavula Sondlela, Nontobeko MaMdineka Mlambo, Makhosi Sibiya

Umqeqeshi weqembu le Chiefs u Nassredine Nabi uveze ukuthi akazimisele ukuthi abhekane nesimo abhekane naso kule season,...
13/05/2025

Umqeqeshi weqembu le Chiefs u Nassredine Nabi uveze ukuthi akazimisele ukuthi abhekane nesimo abhekane naso kule season, ngalokho uma iqembu lifisa ukumgcina, komele limhlangabeze ezintweni azidingayo.

Ukhulume kanje emva kwezinkulumo ezisabalele ezinkundleni zokuxhumana zokuthi uzokhonjwa indlela.

12/05/2025

😭😭😭😭😭

12/05/2025

Kutholakale ingane ifakwe kuplastic yalahlwa kudoti eZinketheni, kodwa ibisaphila yayiswa esbhedlela

11/05/2025

Izolo ebsuku, endaweni yase Sweetwaters eNtabeni Lifestyle kudutshulwe oweslisa esfubeni, kuvela ukuthi bekubangwa intombi ube esephuthunyinswa esbhedlela, esithemba ukuthi uzolulama.

Address

416 Greyling Street Pmb
Pietermaritzburg North

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mpumuza News Production posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share