Fuya wena Mfuyi

Fuya wena Mfuyi You can't arrive an a destination you don't plan for . A wise farmer is a goal setter ,goal setting is a great management secret. Set goals for your operation.

Set profit goals ,set production goals.We are all goal striving beings when you set goals you'

Boost Your Broiler Farming Success! 🐓Epol's scientifically formulated broiler feeds deliver essential nutrients, vitamin...
11/11/2025

Boost Your Broiler Farming Success! 🐓

Epol's scientifically formulated broiler feeds deliver essential nutrients, vitamins & minerals for every growth stage.

Optimise performance, ensure healthy development and boost your bottom line with our expertly crafted solutions.

11/11/2025

perfect balance

11/11/2025

unyaka uphela ngampela manje abanye bazohlukanisa imali kuma stockvel abanye kade bezbekela imali e-bank , Nize ningalutheki ningavumi ukuqoleka ,ningathengi ingulube isesakeni, January kvele kubengathi u 2 months Uma ngenamali, aqalile amaqola kufacebook akhangisa izinto athi ayazdayisa ,Uma nje uke wabuza kwathiwa We deliver Nationwide Noma ngabe awukaze uyithuke inhlamba kodwa ovele uthi Futseki ngoba abaningi baqolwa ngalo Nationwide,mudayisa into isho kuthi ukuphi ngale kwalokho mdayisi mbumbulu akahambe ashone njengespikili

mfuyi oseduze ne Port Shepstone makaphuthume  Kwa Agri port laphaya Maburg ,number yabo ikzona lezkhangiso zabo
11/11/2025

mfuyi oseduze ne Port Shepstone makaphuthume Kwa Agri port laphaya Maburg ,number yabo ikzona lezkhangiso zabo

11/11/2025

One day I will die
My loved ones will cry for a while and move on,friends will post my pictures with written touching messages and move on too. Someone will be pretending to telling why all really loved me. .everyone will move on. The world will be shining without me because my chapter of life will be closed forever.tomorrow is not promised to anyone
Enjoy every moment

09/11/2025

kyenzeka kube nomfuyi othi izimbuzi zami zizele kepha amazinyane amanye awahambi kahle axegelwa amajoints ,Lokho kudalwa kuthi ngeskhathi onina nemithi azange ubanike Vitamin E supplement Ngaphambi kokuba bazale.kbalulekile kuthi imbuzi ma imithi uyidlise ukudla oknama protein, libalulekile futhi itshe lama vitamins leli elikhothwa imfuyo.kwesinye skhathi knezimbuzi eZizala ngeskhathi kubanda kakhulu mhlampe esbayeni kumanzi phansi lokho kyaba umthelelela yokuba ixegelwe ama joints,.Sakhe isbaya sembuzi singawafaki amanzi Uma imvula inetha .Ngyengizwe abanye ngakithi bethi imbuzi kwakuyinyamazane iyeke ilale mnyango .kodwa ke kwenza kwabantu akwefani .Thanda imfuyo njengalokhu uzthanda nawe .

09/11/2025

inhlaba ( Aloe ) ibaluleke kuma broilers ,layers Kanye nalezi zesintu, I boost immunity, improve digestion, futhi Uma nkukhu neslonda uyigcoba ngoketshezi lwayo aloe syaphola slonda,. Ezinkukhwini zamaqanda yenza zizalele amaqanda anegobolodo eliqinile, Uma ukhe inhlaba vova or Khama amanzi Ayo uwafake esitsheni bese ukha 30ml uwufake emanzini awu 2 litre uzphuzise , Uma zozphuzisa inhlaba ungaznika 3 dayz to 5 dayz ulandelana aksiyo inkinga lokho ngoba it's a natural antibiotics akukho chemical kuyona

09/11/2025

Uma uthenga izinkukhu zamaqanda zthenge kuma supplier athembekile, amanye ama supplier awazi vaccinate izinkukhu ngendlela eyiyo zisakhula abanye abazniki kudla okfanele ngoba bethi zyamosha bagcine sebexuba nemigqakazo ekukhulisweni kwazo, Ngokujwayelekile izinkukhu zamaqanda zizalela isikhathi esiwunyaka nezinyanga eziwu 6 futhi kyenzeka zihlanganise 2 yrs zizalela,. Kuye kuthuse kuzwa mfuyi ethi ezakhe zbeke 6 months zayeka, lezo nkukhu zisuke zngakhulanga kahle ezamaqanda zidinga proper ventilation ehhokweni lazo ngakho mawakha indlu yazo kmele ama side omabili abenendawo evalwa ngoseyili wehliswe emini malibalele kanjalo nasebusuku uyavalwa.Kyenzeka mfuyi athenge inkukhu zamaqanda seszvele zinegciwane elithize eliholela kuthi zingazaleli ngendlela eyiyo

spray esbulala amakhizane nemikhanza siyasiza kakhulu ngoba uze uvuke busuku neshlilingi uzwa kukhala msindo wesbaya  uz...
09/11/2025

spray esbulala amakhizane nemikhanza siyasiza kakhulu ngoba uze uvuke busuku neshlilingi uzwa kukhala msindo wesbaya uzitshela kuthi sekfike amasela Kant cha zilunywa imkhanza emadlebeni

09/11/2025

knezinto okmele uziqaphele ma ungumfuyi wezinkukhu , indawo othenga kuyo amatshwele enza research ngaleyo ndawo ukuze ngazphonsi ndaweni labedayisa khona amatshwele avele afe, Uma thenga kudla kwazo Kanye medication yazo check expiry dates wenze njengoba usuke uthenga ukudla ozokudla estolo, Bazokhumbula esake sahlomula nabo kuma voucher akwa Pesi iningi belthatha kudla stolo Kanti sekvele Ku expired uyafika ekhaya phakela amatshwele avele amfele wonke agcine esedikibala ukuphinda afuye ngenxa yokuthi wafelwa ZINKUKHU zonke, izinkukhu zenyama Noma zamaqanda zingaphila izinsuku eziwu 2 or 3 without kudla kodwa ngeke zphile lezinsuku without amanzi, ngabuya sezfile ezningi,ngalokho ngiqonde kuthi amanzi ave ebalulekile ezinkukhwini kakhulu, ngakho nje nakwizitsha zamanzi kmele zithi kuba ningi Noma kube ngama 5 litres Azo kuze angapheli ezitsheni ,

08/11/2025

Big shout out to my new rising fans! Zandy Mantshosho Nselekalinda, Hlengiwe Nxele, Z E Fikeni Ephraim, Ntando Mfan'ka Zungu, Mphile Gumede, Phily Phily, Khuthala Khush Gumenke, Nokubonga Zulu, Sbongile Vilakazi, Mphakiseng Maria, Urh Sphe Ongu Philasande, Khombi Buthelezi, Nompumelelo Mathe, Nosifiso Nosie, Snikiwe Mavundla, Madlamini Matshazi, Scindy Gugu Mthethwa, Solethu Mjoli, Makhosi Zimu, Maka-Entle Mamthombeni Ndaba, Moto Etshotshi Dollar, Zee Hlubie, Ilalalodwa Isishimane Sendawo, Nonhlanhla Sthembile

imbuzi zakho mvamisa zizala amaduna( izimpongo ) kwesinye skhathi zinyane ulbone kuthi kzoba impongo encane nje ezokwand...
06/11/2025

imbuzi zakho mvamisa zizala amaduna( izimpongo ) kwesinye skhathi zinyane ulbone kuthi kzoba impongo encane nje ezokwandisa uhlobo olubi lwezimbuzi faka shlilingi klomshini ufake emasendeni Ayo uyithene ibe intondolo okuncono ,Uma ubeka impongo beka uhlobo lwempongo olozukhipha izimbuzi ezinhle ezinkulu not obhatomu imbuzi emfushane wona uwu R160 khona Montana pharmacy Ku Victoria ethekwini

Address

Pietermaritzburg

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Fuya wena Mfuyi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Fuya wena Mfuyi:

Share