02/09/2024
Ngahlangana nensizwa ngaba uthathekile ngamazi ngalolo suku, ngamuqoma ngalolo suku.
Wangibingelela khona kufacebook, into eyokuqala engayi bheka iprofile picture yakhe.
Yena waye rty, engashodi ngalutho ngasho ukuthi ngizomushada lo engakosho lutho🙌.
Saqala ngalolo suku sakhuluma mina naye kwakwiyi sonto.
Wacela inumber yam ngamunika wathi sizobuye sikhulume.
Kwaba yilapho ekwaqala yonkinto kuze kufike lapha engikhona manje.
Wabuya sakhuluma..