KZN Online Network

KZN Online Network An Independent News Social Media TV that focuses on KZN stories, entertainment and reality. Located in Richmond, KwaZulu-Natal.

15/09/2026

Likhize nje for 3 minutes eThekwini kwavele kwanakala kakhulu.

ERichmond ngasePietermaritzburg kunendoda yaka Shelembe eshaye intombi yayo ubusuku bonke yaze yashona intombazane, ithe...
15/09/2026

ERichmond ngasePietermaritzburg kunendoda yaka Shelembe eshaye intombi yayo ubusuku bonke yaze yashona intombazane, ithe seyishonile wafonela umndeni wathi baxabene wayihlalisa emnyango yabulawa amakhaza... kodwa kuthe sekubonwa isidumbu silimele kakhulu, yaboshwa yona indoda... izovela phambi kwakusasa enkantolo yakhona e Richmond.

Ibophe abalisa abayisithupha iThe Directorate for Priority Crime Investigation (DPCI), Eyaziwa ngethimba lama Hawks, beb...
12/09/2026

Ibophe abalisa abayisithupha iThe Directorate for Priority Crime Investigation (DPCI), Eyaziwa ngethimba lama Hawks, bebambisene ne INTERPOL South Africa ukuhambisa abalisa abangama Nigerian ubuzwe babo ezweni laseUnited States of America.

Labalisa abayisithupha bayingxenye yeBlack Axe organised criminal network bebefunwa iUS authorities mayelana namacala okushushumbisa nokuklina imali kanye nokukhwabanisa. Kuthiwa labalisa bebegebenga abasefazane abangalinganiselwa ku100 baseUnited States, futhi bese bebaqole imali engaphezu kukaR100 million.

12/09/2026

Video kusho uAVBOB waseMossel Bay kushe yonke into iminingwane yabantu abayamalunga kanye nemizimba yalaba abashonile. Ayikaziwake imbangela yokuqala kwalo mlilo kodwa uAVBOB uyaliphenya loludaba futhi uthi amalunga abo angakhathazeki kuzoxoxwa kuthi kuqhubekeka kanjani kuya phambili.

Kuthiwa e Phayiphini kwaMpumuza e Pietermaritzburg kuqeda kubulawa umuntu wafakwa e toilet lomgodi eboshwe izandla nezin...
11/09/2026

Kuthiwa e Phayiphini kwaMpumuza e Pietermaritzburg kuqeda kubulawa umuntu wafakwa e toilet lomgodi eboshwe izandla nezinyawo ngocingo.

Ubefihle uR4500 ephentini, omunye efihle uR800 kubhodisi.Zibakhalele abadayisa izincwadi zokushayela e Marble Hall Drivi...
11/09/2026

Ubefihle uR4500 ephentini, omunye efihle uR800 kubhodisi.

Zibakhalele abadayisa izincwadi zokushayela e Marble Hall Driving Licence Testing Centre, Limpopo. Kuthiwa abanye bebeze basuke KwaZulu-Natal beyothenga izincwadi la, learners ubuyithola ngo R2000 ungazange ubhale. Kuqale kwaboshwa owesilisa obeqhuba lenkohlakalo, kwaphinde kwaboshwa abesifazane abathathu abango cashier, ababili bana 63 oyedwa una 53. Ngesikhathi beboshwa oyedwa ubanjwe ngo R4500 abewufihle ephentini, omunye ubefihle u R800 emabeleni.

Hello, KZN Online Network!My name is fathima from here around Richmond  imay be not be known well but I thought I should...
11/09/2026

Hello, KZN Online Network!
My name is fathima from here around Richmond imay be not be known well but I thought I should take this opportunity an as you to post this out for me mybe someone will here me outt here and would like to help this little program

I would like to start a program name justice for women and kids who are being r***d killed

Its just start with a thought nee but are will need help

lets( us fight as women against man who are killing us reping our kid's..jail is nothing compared to taking out someone's lik

Because I still think 🤔 they get a bail or an smalli sentence..an still get to live out thier life while we die and live our fimally small kid's and our future )

Thank you hope someone'out thier will get my point
My Number if kukhona oInterested 0818590686

Izigebengu eziwu 6 zase Nigeria ezoboshwe e South Africa zizoyiswa e USA ziyobhekana namacala okuqola abantu imali engan...
11/09/2026

Izigebengu eziwu 6 zase Nigeria ezoboshwe e South Africa zizoyiswa e USA ziyobhekana namacala okuqola abantu imali engango R100 million. Kuthiwa bebeqola abantu besifazane base USA online benza ngathi bathandana nabo. Namhlanje e Cape Town ama Hawks azobadlulisela kwi FBI. Labantu bebeqola kakhulu oGogo bebashela online ngama fake account.

Hlengiwe Buthelezi oboshelwe icala elithinta ukubulawa kuka DJ Warras uthe ngeke asifake isicelo se bail. Uzobuyela enka...
11/09/2026

Hlengiwe Buthelezi oboshelwe icala elithinta ukubulawa kuka DJ Warras uthe ngeke asifake isicelo se bail. Uzobuyela enkantolo mhlaka 18 September 2026.

Brown Mogotsi utshele inkantolo ukuthi into yamenza ukuthi ahambe yedwa ngesikhathi 'ehlaselwa' yingoba wayeya enyangeni...
11/09/2026

Brown Mogotsi utshele inkantolo ukuthi into yamenza ukuthi ahambe yedwa ngesikhathi 'ehlaselwa' yingoba wayeya enyangeni. Yikho ashiya ama bodyguard akhe ngoba wayengafuni azi izindaba zakhe.

Inkantolo izokhipha isinqumo mhlaka 22 September 2026 ukuthi uyayithola yini ibail.

Address

1000
Richmond
3780

Telephone

+27840695257

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when KZN Online Network posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share