03/06/2026
Sekulindwe uSuku bese kuqala iNongoma World Cup...
Laphaya endaweni yasemakhaya Kombuzi kwaNongoma minyaka yonke kunemidlalo yango 16 June lapho ku Joina ama Team aw 32 avela kulo lonke elakithi izwe.
Njengoba ubona nje sekugcwele ke, kant lemidlalo iba mihle kakhulu njengoba kuhlomula no Somabhizinisi bendawo. Asambe sihlangane khona, phatha Camp Chair beer nophaya uyokuthola kuMam Jele indlala loyaMama uyayxosha eGroundin.
゚viralシfypシ゚