28/12/2025
✨️kwadukuza News ✨️
Utholwe ethosa amaqanda umfana Ona 14 ongene emzini womuntu ngokugqekeza endaweni yase hezelmere verulam
ngokombiko kuthiwa ugqekeze kulendlu wayeseba izimpahla kwawukuthi ushawa inkemane wabe esethosa amaqanda elungisela ukudla kanti omakhelwane bazofonela abezimo ezphuthumayo bamfica eseqalile ukudla.
kuthiwa lomfana ebevele efunwa umphakathi ngoba uphila yona impilo yokugqekeza imizi yabantu
uthathwe abakasidlodlo ngoba ubevele efunwa
🗞
🔥