Global Breakfast Show

Global Breakfast Show Global Breakfast Show Is A Show On Best Radio 90.9 FM MHz Hosted By Mahewu Mbatha.

Sishubile isimo eMgungundlovu endaweni yase Ashdown ngokudlula emhlabeni  kwensizwa esencane ogama layo nguThabo Sibeko,...
23/08/2025

Sishubile isimo eMgungundlovu endaweni yase Ashdown ngokudlula emhlabeni kwensizwa esencane ogama layo nguThabo Sibeko, elimale ngokuwa yashayeka ekhanda, kubikwa ukuthi bebehambise izitulo emcimbini thize khona endaweni, bathe sebedilizile izitulo baqeda sebebuya ukuhambisa ilodi yokugcina sebebuyela emuva kwaba nesbhicongo esabangwa ukuthi iveni i14 ababeligibele ekbikwa ukuthi lalihamba ngesivinini esiphezulu lajika mawala ekhoneni lika Msimang Road,
kwathi le nsizwa yaphuma yachitheka ngaphandle yawa yayokhahlazeka phansi yalimala yashayeka kabi ekhanda, Ube esephuthunyiswa ngalo iveni lezimanga lelo khona esbhedlela sendawo esiseduzane i Herry Gwala Hospital ngomsombuluko zingu 11 kuNcwaba 2025, kwabe sekubonakala ukuthi isimo sibi kakhuku kwaphoqa ukuba adlulele e-INkosi Albert Luthuli Chief Hospital eThekwini, kubonakalile ukuthi angeke isalunga imoto noma i ambulance, kube sekufika indiza enophephela emhlane yamphuthumisa nakhona bese kuvalwe amehlo bathi bayazama ukumphuthuma oDokotela kwasho khona ukuthi vele ubuchopho bakhe buthikamezekile mawala phecelezi use Brain Dead kwase kumenela khona lapho esbhedlela e Albert Luthuli. Sithi dudu emndenini nasemphakathini wonke jikelele ngaleli qhawe ebelinegalelo elikhulu emphakathini.

One Step at a time ☺️
17/08/2025

One Step at a time ☺️

Address

178/179 Princess Magogo Street
Ulundi
3838

Opening Hours

Monday 06:00 - 09:00
Tuesday 06:15 - 09:00
Wednesday 06:00 - 09:00
Thursday 06:00 - 09:00
Friday 06:00 - 09:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Global Breakfast Show posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category