Olwethu Mhlongo Page

  • Home
  • Olwethu Mhlongo Page

Olwethu Mhlongo Page Email me here : [email protected]
For Promo / Bookings
(5)

20/07/2025

ngcela onamadlozi ang’bhekele ukuthi ngiku number bani kwi Competition💔.

18/07/2025

Ningakhohlwa ukuthi mawuvota ubhala ngama Capital Letters uhlanganise kanje “FAMOUSOLWETHU” ku 33352

❤️Ningalahli ama Votes👌🏽

Okuhle kodwa❤️😭🥳Sesiqalile ukuvota
17/07/2025

Okuhle kodwa❤️😭🥳Sesiqalile ukuvota

15/07/2025

Friday ❤️🔥syaqala ukuvota

30/06/2025
26/06/2025
18/05/2025

Awuxolise njengentombazane kule Post 🫩

18/05/2025

Ulale ushaye 3 rounds wendlwabhu
Ungayizwa ne arlarm ngo 05:00 ekseni uvuke ngo 06:50😳
😭lapho kmele ungene ngo 07: 00 emsebenzini🙆‍♀️

Udilike embhedeni udonse indishi no 5 litre uthele amanzi fast🛀...ugeze ubuso usule amasende namakhwapha...uzwe ngephunga🤮 ukuthi cha udonse u5 litre oWrong ono parafin💔😭...uthi uyawubuyisela uchitheke phansi usathi ulanda iMop ushelele uwele phezu kwendishi yokugeza iqhume😭😭..uthi ubheka iskhathi sithi 06: 53😭

Ivaslap yakho seyinuka uParafin udonse iAnda yakho uyithele nge Sta-soft uqale phansi usule umzimba ngayo😢...ungabe usayigqoka neAnda angan imanzi😭udonse iskhwama se lunch box uphume ngejubane🏃‍♂️

ukhumbule ifoni yakho🙆‍♀️ ujike uyoyilanda...uyifice igwiliza ebhakedeni lomchamo💔😭...uphume futhi ngejubane...endleleni kuwe isando🔨..kukhathi ubona ukuthi udonse iskhwama esiWrong esihlala ama tools😭😭
Ubuyele endlini uthulule ipanela ufake iskhaftini..uphume futhi🏃‍♂️..ubone sewuhlekwa abantu ukuthi uphambanise icathulo😭ungabi nandaba ugijime kunjalo..

Mewufika emsebenzini bakubuze ukuthi uyaphi emsebenzini sewujuluke kangaka ngoba u Off today😭..uvele ukhale uze ulambe ukhiphe iLunch box yakho ...ubone nokuthi bewuphethe iLunch box eWrong uthathe iskhaftini se Rama💔😭😭

16/05/2025

sorry for short notice ngiyashada ngo 21:05 ,traditional wedding &nize neytulo zenu .

Address


Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Olwethu Mhlongo Page posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Olwethu Mhlongo Page:

Shortcuts

  • Address
  • Alerts
  • Contact The Business
  • Claim ownership or report listing
  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share