Zululand Media Network

Zululand Media Network Welcome to Zululand's trusted source for breaking news, local stories, and community updates. Follow us and stay informed every day.

We share accurate, timely, and relevant news from across KwaZulu-Natal.

E Delft Capetown kuthiwa sekushiswe indoda yafa namhlanje beyisola ngokuthi ibamba inkunzi endaweni
24/09/2026

E Delft Capetown kuthiwa sekushiswe indoda yafa namhlanje beyisola ngokuthi ibamba inkunzi endaweni

Ninjani igama lami ngingu Sandile mtshali ngikhulele endaweni yase mtubatuba kwa Shikishela lapho khona engashiwa khona ...
23/09/2026

Ninjani igama lami ngingu Sandile mtshali ngikhulele endaweni yase mtubatuba kwa Shikishela lapho khona engashiwa khona umama wami okuthiwa u Zanele khulumalo ebengifisa ukufuniswa yena kulomuzi wakwama Thenjwa owangishiya kuwo ngisemcane nginezinyanga ezintathu ngizaliwe wabe esethi kulomuzi Yena ungowakwa Hlabisa empembeni duze nesikole kodwa igama lesikole akalishongo wabe eseyanyamalala bengicela abangibonela yena bemazise bemtshele nokuthi yamdinga akazi veze naseskolweni kufuneka ID number anginayo nginjalo nginenkinga yokugula naseskoleni ๐Ÿ™‡โ€โ™‚๏ธ kuyinhlekisa okwami bengimding ukuze azongikhombisa ikithi.

Nansi inumbe yocingo engitholakala kuyo 0724423518 ngingabonga mangingamthola.

Kunomuntu osanda kushawa ngo 11 bullets kwanganyaza e Port Shepstone... akaziwa endaweni...Uma umazi umuntu ogqoke kanje...
23/09/2026

Kunomuntu osanda kushawa ngo 11 bullets kwanganyaza e Port Shepstone... akaziwa endaweni...Uma umazi umuntu ogqoke kanjena, phuthuma khona

16/09/2026

Local car ๐Ÿš— ๐Ÿ‘Œ wash and kwik shop in progress ๐Ÿ‘Œ ๐Ÿ™Œ ๐Ÿ˜€

Phumula Gatsheni besinethemba lokuthi uzotholakala uphila...kuyacaca bese beplanile ababulali...bekuyinsizwa ebeyikhulul...
16/09/2026

Phumula Gatsheni besinethemba lokuthi uzotholakala uphila...kuyacaca bese beplanile ababulali...bekuyinsizwa ebeyikhululekile kodwa inenkani entweni ekholelwa kuyo

Beyingapheli laphaya kwi group yezingqwele ngisho ziyethuka izihlekele ibaphendule kahle

Nami yaqala yangicika imisa ingoma oKhozini u Ntencane ezohlukanisa unyaka
Waze wawuhlukanisa ngo March

Kodwa sathi sesihlangana nayo yangichazela ukuthi hhayi lokhu ekwenzayo ilwela bona abaculi sagcina sesezwana

Ungathola ukuthi ubulawele khona ukulwela abaculi

Wanebhadi u Thuleleni ngemoto yakhe iyintsha...imzweni nje lenyoni or sebeyamgadla
13/09/2026

Wanebhadi u Thuleleni ngemoto yakhe iyintsha...imzweni nje lenyoni or sebeyamgadla

12/09/2026

Best carwash that anyone one can give it a Try trust me you will never regret ๐Ÿ’ฏ

Quick and convenient Carwash๐Ÿ‘Œ
12/09/2026

Quick and convenient Carwash๐Ÿ‘Œ

10/09/2026
Indoda eneminyaka ewu 53 eboshelwe ukugwaza ibulale u Tshepang Nyathi ithe ngeke isaqhubeka nesicelo se bail. Umsolwa wa...
09/09/2026

Indoda eneminyaka ewu 53 eboshelwe ukugwaza ibulale u Tshepang Nyathi ithe ngeke isaqhubeka nesicelo se bail. Umsolwa wagwaza u Tshepang Nyathi emuva kokuthi ethelwe ngamanzi mhlaka 1 September.

Address

Umzimkulu
3297

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zululand Media Network posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share