Mamthe's Drama Drop

  • Home
  • Mamthe's Drama Drop

Mamthe's Drama Drop Confessions 🧡 short stories. Names and details changed to protect privacy. For awareness, entertainment and
New stories daily.
(2)

Disclaimer: Shared for discussion only.

Happy new week good people
03/08/2026

Happy new week good people

Bafazi kumele ngiyolotsholwa ngo September, so benginokubona ukuthi umuntuwami uyangijolela, then on Sunday I decided uk...
28/07/2026

Bafazi kumele ngiyolotsholwa ngo September, so benginokubona ukuthi umuntuwami uyangijolela, then on Sunday I decided ukuyofika kwakhe ngingamfonelanga, so ngifike ngo past 10 ebsuku ngamfica enentombazane, ngithe ngifika zange nje abonise ukwethuka or ukuzisola uvele wabuza ukuthi ngizofunani lapho, ngazama ukuzihlanyisa wathi angithi sengikutholile ebengifuna ukukubona so angiphindele emva.
Wavele wangibizela bolt 😭 since that day abehli ubuthongo, yena uvele angibulise nje ku WhatsApp aphelele lapho, akaxolisi, lutho. Angazi noma ikhona ngempela lento ngicela your advices before ngiphambana. Ngifihle

Balutshwana abafana nalo sis
27/07/2026

Balutshwana abafana nalo sis

Ngeke ngiwaveze amagama.
Okusho bekunama interviews kwi company engisebenza kuyo ngiyi admin lapho so ikhona intombazane ebengiyifonela ngingamtholi efonini ibingena ku voicemail, Kuma Reference ebefake enye number nayo bingangeni, ngize ngafonela owokugcina kwi CV ubhale ukuth umzalawakhe.
Ngimfonele ayibambe ngimbuze kudala ngifonela u...kodwa angimtholi efonin ngimdingela for interview ngcela ungikhulumise naye uma ekhona eduze or ungiphe I number engingamthola kuyo, loSisi avele avale ifoni🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️.. Ngphinde nkosyam cc ngyakucela kuyaphuthuma wavala again and lapho bengfona nge Landline, ngdlulise hour ngase ngfona nge number yam straight ngith haw cc ugal ufake wena ukuth uyi Relative yakhe nje awumazi yini? WAVELE WANGIVUKELA NGOLAKA U GAL WATHI "EYYYY FUSEGI AWUHLUKANE NAMI WENA SONKE SIXAKEKILE SIFUNA IMSEBENZI MANJE SEKMELE ULOKHU UCEFEZELA MINA YINI, IF UNGAMTHOLI OKUSHO UKUTHI DLULELA KWABANYE PHELA😱 qede wa dropper ucingo.
Kodwa ngazama ngakho konke okusemandleni ukuth ngifune abantu abahlala duze lakulo address abeyifake ku cv ngenhlanhla bamthola bangnika number kabhuti wakhe, uthi ifoni yakhe yawela emanzini yavele yathula,kodwa ke uwutholile umsebenzi uyasebenza manje.

Nibe careful ngabantu enibafaka as References Kuma CV's enu pls guys🙏

Hope lomzala oloyayo manje uphelelwe imizamo yakhe ayimsebenzelanga nakancane.
Ngifihle.

🤔
27/07/2026

🤔

Usisi wa next door uyathanda ukungiphakela mangabe epheka, manje inkinga yami Mina ke angikudli ukudla engingazi kuphekwe kanjan so always uyanginikeza ngikuchithe e dustbin, sekuka ningi nje, ngidinga indlela engingamtshela ngayo ukuthi chaaa angikudli ukudla engingakwazi so that azoyeka ukungiphakela.
Anonymous

🎉 Facebook recognized me for starting engaging conversations and producing inspiring content among my audience and peers...
23/07/2026

🎉 Facebook recognized me for starting engaging conversations and producing inspiring content among my audience and peers!

Umngane uyalotsholwa September so into eyenzekayo, unomntwana ongumfana uhlala naye so nxa boyfriend yakhe ifikile uvele...
21/07/2026

Umngane uyalotsholwa September so into eyenzekayo, unomntwana ongumfana uhlala naye so nxa boyfriend yakhe ifikile uvele amhambise kamakhelwane ngoba wafihlela u boyfriend ukuthi unomntwana. U boyfriend is a good man umenzela everything umngane wami, umngane nxa ngibuza ukuthi uyomtshela nini ngengane le anayo, uthi when the time is right.
But ke isiphi lesoskhathi ngoba uyolotsholwa soon? Wl I be wrong ukutshela u boyfriend wakhe iqiniso, ngoba really the guy doesn't deserve amanga alosis.
Please hide me

Usisi wa next door uyathanda ukungiphakela mangabe epheka, manje inkinga yami Mina ke angikudli ukudla engingazi kuphekw...
20/07/2026

Usisi wa next door uyathanda ukungiphakela mangabe epheka, manje inkinga yami Mina ke angikudli ukudla engingazi kuphekwe kanjan so always uyanginikeza ngikuchithe e dustbin, sekuka ningi nje, ngidinga indlela engingamtshela ngayo ukuthi chaaa angikudli ukudla engingakwazi so that azoyeka ukungiphakela.
Anonymous

Bengithi nxa ngiyibambile indoda yami cheating bengivele ngimkhokhise u 3k,so everytime bengithi nxa ngimbambile avele a...
17/07/2026

Bengithi nxa ngiyibambile indoda yami cheating bengivele ngimkhokhise u 3k,so everytime bengithi nxa ngimbambile avele asende u 3k ngixole ke Nami, lento manje seyenza kakhulu, ngizamile ukukhuluma naye ukuthi angisayidingi imali yakhe kodwa ngidinga ukuthi ayeke lento ayenzayo. So akayi stop lento instead of 3k usevele afake u 5k eqinisweni I feel like akangithandi lobaba.
Nami ngiyayithanda imali kodwa hayi ngalendlela.
How do I handle this,ngikhathele zihlobo.How do I make him stop cheating on me.

🎉 I earned the emerging talent badge this week, recognizing me for creating engaging content that sparks an interest amo...
15/07/2026

🎉 I earned the emerging talent badge this week, recognizing me for creating engaging content that sparks an interest among my fans!

Ngingabe ngiyaphazama yini.Sengikhathele ngalomfazi, ngizamile ukuthi ngimbonise akaboniseki okwenze ngakhetha ukumshiya...
15/07/2026

Ngingabe ngiyaphazama yini.
Sengikhathele ngalomfazi, ngizamile ukuthi ngimbonise akaboniseki okwenze ngakhetha ukumshiya ngiyohlala nomfowethu.
Lomfazi unengane ena 3 months, ubunuku ayibona endlini awukwazi nokuphuza amanzi, mangabe epheka akawufaki no braa uthola nje ubisi lugcwele ku tshirt, plate zi allover ku room akazihlambi, uhlamba mangabe ephaka kuphela.
Mina ngiphuma ngobusuku ngibuye ngobusuku kunzima ukuthi ngibuye ngi cleaner mangabe ngi off kwamele ngihlambe impahla ngiphumule Nami, kodwa yena uhlulwa nje uku clean u one room.
Ngiyamthanda uNkosikazi wami kodwa ngithe angimshiye nje kancane mhlambe angazama ubungcono. Ngi wrong yini lapho ngoba uthi yena okusho angibathandi nengane yikho ngikhethe ukuhamba.
Ngifihle please.

Address


Telephone

+27621937295

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mamthe's Drama Drop posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share