30/07/2025
Kukhona asebezihlomulele ukuze ikati lingalali eziko kuMaspala Big5 Hlabisa🙌🏽.
Inhloso yakho konke lokhu ukuthiaabahlomulile bekwazi ukusebenza ebese bekwazi nokuqasha ukuze noma ingane eyodwa emphakathini la bakhele khona.
Njengoba sisaqhubeka nalomshikashika sizowuhamba yonke iBig5 Municipality.
Namuhla bekwamukeliswa umphakathi yakwa Ward 11-14)
Bane babahlomulile
- Mbhekwa Ngem
- Fisimpilo Mthiya - umshini wokunquma izihlahla nocingo lokubiya nezigxobo.
- Zephania Ntuli - umshini wokusika izihlahla nonshini wokwenza amablock, cement.
- Sisakhula Group - imishini yokuthunga, make-up kits.
- Siyakhonga Mhlongo- amabhola, nomshini wezihlahla.
- Ugandaganda (4 wards - 11, 12, 13. 14)
- Laba abahlumule ngogandaganda uMayor ubanxenxile bangakhokhisi imali eyitshe kodwa benzene ukkukwazi ukukhokheleka abashayeli, ukufaka udiesel kanye neservice.
- ithende nezihlalo regenerator.
Izincingo zokubiyela izingadi Izingadi
Okwakha anahhoko ezinkukhu
Izitofu zokwenza icatering
Izinto zokuthunga.
Sithi Halala kubo bonke abahlomulile nabasohlomula kuloluhlelo lwaMaspala i Big-5 Hlabisa🙌🏽🎉.