
27/03/2021
IZWE LIYAVUMA
Uyabona uma kukhulunywa ngomuntu owaziyo ukuthi ikhuliswa kanjani i brand nokuthi igcinwa kanjani isebantwini, cha impela ubukeka ezihambela yedwa uDuyazana. Kulokhu ushaye izinga elicokeme ngempela futhi kuzodingeka ukuth zisebenze kanzima izimbangi zakhe uma zifuna ukuqgiba lomgodi awumbile ngokuyokhalisa kwKhethemthandayo ngenkomo ethi MO!🐮. Uyihlele kahle into yakhe wavele waya sekudlule ukutshalwa kwesilo.