Eyesizwe news

  • Home
  • Eyesizwe news

Eyesizwe news Inhloso Yesizwe Newspaper iphephandaba lomphakathi

Namuhla ngo 9:30  kulindeleke ukuthi kufakaze UMkhuzi waMaphoyisa ka Zwelonke ( National Police Commissioner u Lt Genera...
22/09/2025

Namuhla ngo 9:30 kulindeleke ukuthi kufakaze UMkhuzi waMaphoyisa ka Zwelonke ( National Police Commissioner u Lt General Fannie Masemola)

15/09/2025
09/09/2025

Ise Newcastle namhlanje i MK labour desk.

MK Labour Desk isivale enye yama femu endwangu lapha eNewcastle. Igama le company i Twins Clothing. Lefemu iqashe abantu bangaphandle abawu 80 abangenawo amaphepha okuba kulelizwe. Umnikazi wayo iChina u Lee Lee.

Ithungela u Ackermans, Mr Price and Pep.

MK Labour desk 🖤💚

08/09/2025

ISAZISO ESIVELA EHHOVISI LIKAKHOMISHANA WAMAPHOYISA ASENINGIZIMU AFRIKA ESIFUNDAZWENI SAKWAZULUNATAL

ITHIMBA ELIMELENE NOPHENYO LOKUBULAWA KWABEZEPOLITIKI LIBOPHE ABASOLWA ABABILI NGOKUBULAWA KUKAXOLANI NDLOVU-NTOMBELA

8 Septhemba 2025

UKhomishana wamaphoyisa esifundazweni saKwaZuluNatal uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi uncome ukuzimisela kwamalungu eThimu Ebhekene nophenyo lokubulawa kwamalungu ezepolitiki kanye neNkantolo Yezokushushisa Kukazwelonke iNPA ngokusebenza ngokuzikhandla ophenyweni lamacala athinta ezepolitiki.

Lokhu kulandela ukuboshwa kwabasolwa ababili abathweswe icala lokubulala uXolani Ndlovu-Ntombela owabulawa ngokudutshulwa ekhaya lakhe eMpophomeni ngoNovemba 2022. Isizathu sokubulawa kwakhe siyamaniswe nokudalula kwakhe ukuthengiswa komhlaba ongekho emthethweni endaweni yaseEmasosheni.
Abasolwa, abaneminyaka engu-55 no-23 ubudala bebevele sebesenkantolo lapho oyedwa wabo efake isicelo sebheyili kanti omunye usalindele ukuqulwa kwecala lakhe elinye elihlobene nokubulala.

Labasolwa babhekene namacala okubulala, ukuhlelela ukubulala kanye nokutholakala nezibhamu nezinhlamvu ezingekho emthethweni. Kanti Leli cala lingelinye lamacala ekade likhona kumadokodo abalelwa ku121 abuyiselwa kwithimba labaphenya ngokubulawa kwabezepolitiki KwaZuluNatal ukuze liphenywe kabanzi.

Abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yaseHowick namhlanje kunguMsombuluko kuMandulo

Ngeminye imibuzo:
uLieutenant Colonel Robert Netshiunda
082 569 7629

Rest in peace ex deputy president David Mabuza.
04/07/2025

Rest in peace ex deputy president David Mabuza.

03/01/2025

Eskom has doubled down on its calls for a comprehensive overhaul of South Africa’s electricity pricing system, as the power utility accelerates its transition into three separate entities—generation, transmission, and distribution. This restructuring is part of a broader plan to address longstanding operational and financial challenges that have plagued the utility for years.

Read more online:
https://centralnews.co.za/eskom-pushes-for-major-overhaul-of-electricity-pricing-system-amid-unbundling-efforts/

Isexwayiso kwabase Colenso ne Bergville
31/07/2024

Isexwayiso kwabase Colenso ne Bergville

I Democratic Alliance ithi iyijabulele kakhulu inkulumo kaMongameli ngoba ingamanye yama policies awo.
19/07/2024

I Democratic Alliance ithi iyijabulele kakhulu inkulumo kaMongameli ngoba ingamanye yama policies awo.

Umkhonto ungene kwezwakala esizindeni se IFP ngesikhathi kunama by election  Newcastle ku ward 28 emajuba.
18/07/2024

Umkhonto ungene kwezwakala esizindeni se IFP ngesikhathi kunama by election Newcastle ku ward 28 emajuba.

18/07/2024

Usomlomo wephalamende uqinisekise ukuthi i mk iyiqembu eliphikisa ngokusemthethweni ephalamende.

Lizovulwa ngokusemthethweni namuhla iphalamende laseNingizimu Afrika emumva kokhetho lukazwelonke lange 29 May 2024
18/07/2024

Lizovulwa ngokusemthethweni namuhla iphalamende laseNingizimu Afrika emumva kokhetho lukazwelonke lange 29 May 2024

Iqembu le MK selihlonzwe njengeliphikisa ngokusemthethweni ephalamende likazwelonke emumva kokuba i DA iseyingxenye kaHu...
18/07/2024

Iqembu le MK selihlonzwe njengeliphikisa ngokusemthethweni ephalamende likazwelonke emumva kokuba i DA iseyingxenye kaHulumeni we GNU.
I Mk ithi isazoqhubeka nokulwela ukubuyiswa komhlaba nokunye. Lokhu kushiwo uHlophe esithangamini sabezindaba namhlanje zingu 18 July esihlanganisa i progressive caucus. Lapha sibala i Eff, ATM, namanye amaqembu.

Esithombeni ubaba uHlophe ongumholi we MK ephalamende.

Address


Opening Hours

Monday 09:00 - 18:00
Tuesday 09:00 - 18:00
Wednesday 09:00 - 16:00
Thursday 09:00 - 16:00
Friday 09:00 - 16:00

Telephone

+27731688640

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Eyesizwe news posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Eyesizwe news:

  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share

How we operate

Inhloso Yesizwe Newspaper started operating in January 2013. We have three active members. Thokozani Ngubeni, Sifiso Shabalala and Mthokozisi Hlatshwayo. We also have Science Journalist Ms Zandile Ndlazi.

Sales team: Mr T Ngubeni and Mr S Shabalala who is also a publisher.

News team: Mthokozisi Hlatshwayo a Journalist -acting editor also work as Layout and design. We collect news and gather them than we publish. Our operation goes together towards the code of conduct where we respect the rights of readers. We as Inhloso we don’t publish personal stories for personal interest. We bind ourself to correct news, Truth, Our vision is to publisher news direct from rural areas and in our town. We give development stories, Crime, School, Spots, Science news etc.

Distribution: We use hand to hand strategy, taxi ranks, Municipality offices and so on.