23/07/2025
Kuwe MaGolide
please hide me because I’m so embarrassed right now. 😔
Ngile-issue le-boyfriend yami sesilama 2 years sonke, futhi silomntwana oyedwa. Uboyfriend uthi angisamanelisi ebhedini futhi usethanda ukuthenga ngaphandle. 😭 Manje njalo uma ethola imali, uhlale ebeka imali eceleni ethi uzoyisebenzisa ukuthenga ngaphandle.
Okungiphathisa ubuhlungu yikuthi, sekuphele izinyanga ezine singa-lali ndawonye! Uthi u-enjoya leyo ayithenga. Mina sengihlala ngikhala ngaphakathi, because ngilambile ngempela, ngisala ngimangele nje. 😢 Ngiyabona 🍆 yakhe kuphela uma esebhavu, angisakwazi ukubamba noma ukuyiphiwa.
Kungani indoda ingathanda ukuya thenga lapho ekhaya ekhululekile? Ngabe ngiyiyona inkinga? Ngabe ngenza into engalunganga ngokuzala?😭