23/02/2026
● Kuse taxin 🚖. 👀
🧏Sawubona sisi ngcela ukuhlala eduze kwakho ngathi akuhleli muntu 🙂👀
🧕ok ungahlala 😊
🧏waze mamuhle 🙂🤞
🧕ngyabonga 😊
■ibona inkabi ukuthi kuyangeneka ivele ishele.🙂
🧏Cha sisi uyangchaza ngcela ukuthandana nawe 🤞😟
🧕Kahleke bhuti ngathi usuqala inkinga manje 😒
■ Kuthi akaquleke ubhuti avele akhiphe ifoni yakhe ewuBhopopo azifonise ubala ezama uku chamer
🧏📞: Hello ngcela uwusende manje lowo 10 000🤞🙂
*ambuke usisi ahleke kancane ,avele aqhubeke umambana ebona ewina nayi ichazeka lentombi😲😆
🧏📞 no imonto ngiyishiye etown ngigibele tax njengamanje 😃🤞
Methi nhlaa ubhuti ebone usisi efuna kukhuluma avele ahleke kancane nakhu ewina impela 😊❤️🫂ambuze
🧏Ya sisi ufuna ukuthini?🙂😃
*Avele ahluleke kuzibamba usisi akhulume athi;
🧕Bhuti ngithi mina cosha nansi battery phansi iqathakile ngeskhath ukhipha ifoni 🤣🤞
■ Waquleka khona lapho ubhuti wabantu ukuphoxeka 🤣🤣🤣🤣🤣💔