Lugagane News

Lugagane News Iphimbo Labantu

13/09/2026

UNdlunkulu omncane weSilo samaZulu uMisuzulu kaZwelithini uphumile ematsh*tshini usengumama wesizwe.

13/09/2026

Kuningi

Zimkhalele umfundisi waseDwaleni Jericho eSwaziland oyamaniswa necala lokushaya abulale uMnu Sihle Dlamini ngoba esolwa ...
13/09/2026

Zimkhalele umfundisi waseDwaleni Jericho eSwaziland oyamaniswa necala lokushaya abulale uMnu Sihle Dlamini ngoba esolwa ngokweba insangu yale nceku. Le nceku kusolakala ukuthi yenze leli cala ibambisene nobhululu bayo abaqale ngokuthi babophele umufi ogodweni baqala ukumshaya kwaze kwaba kuyamenela.


UNdlunkulu MaMyeni owanikwa isigodlo saseNgwavuma eMachobeni
13/09/2026

UNdlunkulu MaMyeni owanikwa isigodlo saseNgwavuma eMachobeni

Bangu-412 abemukelwe yi-IFP kuward 5 eMkhonjeni. Laba bahlubuke ku-DA, Afrika Mayibuye, Jozini Congress, EFF. Lamalungu ...
13/09/2026

Bangu-412 abemukelwe yi-IFP kuward 5 eMkhonjeni. Laba bahlubuke ku-DA, Afrika Mayibuye, Jozini Congress, EFF. Lamalungu emukelwe nguNkk Thembeni Madlopha-Mthethwa obuye abe nvuMEC wezoLimo eKZN. Ubehambisana nosihlalo waleli qembu eJozini uMnu Sibusiso Mathenjwa kanye nabanye abaholi.

Ayi ikhona lentokazi
13/09/2026

Ayi ikhona lentokazi

13/09/2026

IMbube yamaZulu iphika uLondi Ngcamu ozibiza ngokuthi unguMntwana wasendlunkulu. Le ntokazi isolwa ngokuqola abantu izigidi zezimali ithi ithunywe yiSilo. Sekungamahlandla kumenywa leliphephandaba emicimbini esuke ihlelwe yile ntokazi kodwa ebuye ibhuntshe ingabe isaqhubeka.


Isekela likaNgqongqoshe wezaManzi neNhlanzeko kuleli uMnu Davide Mahlobo uvule ngokusemthethweni ingqalasizinda yamanzi ...
13/09/2026

Isekela likaNgqongqoshe wezaManzi neNhlanzeko kuleli uMnu Davide Mahlobo uvule ngokusemthethweni ingqalasizinda yamanzi eNgonyameni eNgwavuma kuward 18 eJozini. Ubehambisana nemeya yaseMkhanyakude uMnu Sphile Mdaka, iNkosi yesizwe sakwaMngomezulu uMphumeleli Lubelo II Mngomezulu, inkosi yesizwe sakwaMathenjwa uLuleka Mathenjwa, abaholi bemikhakha eyahlukene kanye namalungu omphakathi.

13/09/2026

ISilo sigxeke ukwanda kwezigameko zeGBV maqede senza ihlaya ngeStella.

Kusukela manje ungazikhethela elakho itsh*tshi elimhlophe
13/09/2026

Kusukela manje ungazikhethela elakho itsh*tshi elimhlophe

Address

Durban North

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Lugagane News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share